Ukuphupha isikhwama | @pastorweningi

preview_player
Показать описание
Ukuphupha isikhwama |

Join our channel:
Рекомендации по теме
Комментарии
Автор

Sawubona pastor mina ngicela ukubuza ukuthi kuchazani ukuphupha ulahlekelwe isikhwama esikoleni ..

SharonleeNtuli
Автор

Morning pastor ngcela kubuza kusho ukthini mawuphupha iskhwama sezimpahla ungenanaso eklasin

NomusaSiluma
Автор

Sawbona pastor unjnny 🙏🏻 ngicela ukubuza ukuphupha uthengelwa iskhwama esine leptop phakathi ebibhalwe ukuth ngyakuthanda mfana wam

MnqobiDube-qr
Автор

Syabonga pastor kakhulu syalapheka emaphushweni

NomusaSiluma
Автор

Sawubona mkhulu ngicela ukubuza kuchazani uma uphethe isikhwama ngathi uphuma ekhaya uya eGoli usuka ekhaya

BenzelaniMhlophe
Автор

Saw bona

Sacela ukubuza kusho ini ukuphupha umuntu wakini ekucela I sutecase

MightyLoan
Автор

Kuchazani ukuphupha ulahlekelwe iskhwama sesikole

FundisiweMkhize-lgzc
Автор

Uma uphupha uziphethe eziningi wehla etaxin umuntu wakini owashona ezithatha zonke ikhwama obozipheth

siphiwemncwabe
Автор

Asawubona pastor, ngicela ukubuza ukuthi ku chaza ukuthini ukuphupha wehla etekisini uphethe ama travel bags

WandileSbani
Автор

Unjan pastor ngcela kubuta kusho kutsin kuphupha ulahlekelwe sipatji lesinemali nemakhadi useskolwen

AyandaMsibi-vg
Автор

Ngiyanibingelela ngegama li ka Thixo Mina ngiphuphe ngime eceleni kwamanzi ahambayo kunomsele kwamanzi amancane ngawajampa ngathatha I bag enhle emnyama and kungathi eyami vele mele ngiyithathe kwaba nento ethi angiyobheka ngale, ngafica umnumzane ezithulele emanzini engibukile nje. Kwathi mengimubona ngahamba ngiba bengithukile ukuthi maybe ngiyampazamisa

mpumibudaza
Автор

Sawubona bhunti unjan. Usbusiso Lona wakwa Thwala ngiphuphe umntu engimanziyo enginika iskhwama semithi esine Mali eceleni kwemithi.iskwama sakhona senziwe ngesikhumba senkomo noma sembuzi angazikekahle kodwa bekuyiskhumba esimhlophe kuyoyonke indawo

SbusisoThwala-kq
Автор

ndiyabingelela Pastor, ndyathemba uyaphila, Enkosi ngama video…bendicela undisize”ndiphuphe ndikhangela my personal handbag, okwingathi inesikhathi indilahlekele ndavele ndayishiya komunye muzi endandikuwo ngempazamo, ndayshiya outside..so ndbone engath ndkulomuzi futh bekunomcimbi, ndthe xandizohamba nomunye wesfazane ukugoduka, ndamcela sijike ndiyokhangela le hand nag, ndaythola ifakwe kwenye indlu engu rondavel kulawamuzi, ibonakala kukudala beyigcinile for umnikazi wayo ondim, babe beyibhale ephepheni i items zam ezingaphakath, ndaythola inezinto zam zonke, like my wifi router, my grandmas underwear my money that was there…kwabe sekufika ugrandma ongasekho after ndytholile ndamcela andnike isikhiya sasekhaya kuba ndgoduka, kuba ebinguye osendlini…so ebengath uze kulomcimbi okulomuzi ndngawazyo besikuwo…Amen🙏🏻

thula
Автор

Sawubon cel ukubuza ukuphupha iskhwama esnomuthi useskolen

NtokozoVincentMaseko
Автор

Sawubona ngicela ukubuza kusho ukuthini ukuphupha uphethe upakishe izikhwama? Likanje iphupho ngiphuphe ngiya olwandle okungidide kakhulu ukuthi ngibe sengipakisha izimpahla zami kwi suidcase

zanelepretty
Автор

Ninjani kusho ukuthini ukuphupha wehla emontwen itaz eligrey kodwa kusale ubhakha wakho uphaphame uzama ukuyimisa

SinikiweBiyela-ky
Автор

Ngiyabingelela pastor. Ngicela ukubuza mina ngiphuphe umawami enginika iskhwama (handbag) esisha n umawami usaphila uthe uma enginika ngasithatha ngaze ngasigaxa ngasigcinezela nangengalo ukt size singawi nangephutha

SmilingLaboratory-nqhs
Автор

Morning pastor, ngicela ukubuza ngiphuphe umamncane enginika I wallet, nakhona engiphisela sakungidikila ?

siyabongamavuso
Автор

Iskhwama se handbag esi red siphuma intuthu?

NhlanhlaNgwaqa
Автор

Kuchaza ukuthini ukuphupha untshontsha isikhwama senyanga?

Cndie_gee.
welcome to shbcf.ru