Ukuphupha umuntu ekunika imali | @pastorweningi

preview_player
Показать описание
Ukuphupha umuntu ekunika imali, umuntu ekunika imali engu-R10.00

Be blessed
Рекомендации по теме
Комментарии
Автор

Sawuna pastor mina ngiphuphe omuye ugogo engingamazi engipha isinkwa

getrudemkhwanazi
Автор

Amen mkhulu ngicela ukubuza ngiphuphe usisi wami ongasekho ethi asinkhaphe eyo bungaza usuku lwakhe lokuzalwa salandula sathi asinayo thina imali wathi asikhululeke uzosiboleka sobuye simkhokhele hai savuma kusenjalo wasinika imali kanye namathawula amasha...ngiyothokaza uma ngiphendulekile🙏🙏

AyandaMajola
Автор

Thank you Pastor❤ngabe kuchàzani uma uphupha unikwa imali isitha sakho le mali ingu R100 uyisonge ngomuthi bese ngiyayiqaqa ngimshaya ngayo ebusweni

lungamakambi
Автор

Amen pastor kutshoni ukuphupha umntu ozwana laye epha abazali imali

BusiMthunzi
Автор

Ngicela ukubuza ukuthi kusho ukuthini ukuphupha umuntu wesilisa ezifihlile ekunika imali engamaphepha aphinde abuye akunike enye sekukhona nemhlophe ngabe kuchazani

NQOBILEZONDO-on
Автор

Sawubona pastor .kusho ukuthini ukuphupha umuntu ekupha imali kodw kubukeka kuyisihlobosami sasemdenini kodw angisazi mina abanye benenkomba yokumazi ehamba efuna atm engayitholi uzewathatha eyimunye owaziwa uyenafuthi lowomuntu ogcine esesinika nodadewethu ama r50 sajabula sesiwatholile lomunye angimbonangakahle pastor.ngyabonga

Nomthandazo-zv
Автор

Sawubona baba ngicela ukubuza kuchazani ukuphupha omonye womakoti ekutshela ukuthi umamazala nobabezala vasebenze ishirt lesonto

GugulethuKhumalo-vt
Автор

Good morning Pastor ngiphuphe usisi wami omdala osaphila enginika imali egoqiwe engamapheoha wangiqabula emlonyeni emvakwalokho

bongekangubane
Автор

Ps ngicela ukubuza uma umuntu ekuyisela ushintshi weSiliva

bonganimabuza
Автор

Ngyabingelela pastor ngicela ukbuza izigebengu zikuphuca imali engama 50 bayththe kuchazani

zamantungwakhumalo
Автор

Ngiyabonga..ngiphuphe nginikwa imali etaxin abantu bebhadala kmina...and ushintshi ubungekho ukuthi ngibabuyisele since ngiyiphethe lemali ngaze ngaphaphama.

jabhilezwane
Автор

Ngiyabingelela pastor ngicel ukubuza kuchazan ukuphupha umunt ekunikeza imali, i $5 Kodw idabuke phakat yaba ngama peace amabili

lunganndlovu
Автор

Mkhulu ndaphupha umtu endinima imali ..esonguwe leMali enindzi egcina lomuntu wathi kum ..leMali ke uyazi Uba kumele uyinikeze nabanye ke ..ngapha wabe ecacisa indlela zokuthwala ngemali ...Kutsho ukutini Mkhulu

andisamzamane
Автор

Sawubona pastor weningi mina ngiphuphe imoto emnyama mayithi iyasuka kwavele kwavuleka umgodi yashona phansi ngisize kusho ukuthini

ningikweyama
Автор

Sanibonani, kuchazani ukuphupha umuntu ekunika Mali emnyama wena umnike enhlophe

gugumngoma
Автор

Sawubona pastor ngphuphe ngikwa imali wamaphepha ama100 ayi8 kwafika futhi omunye azongibhala kodwa akangikoloti ngibo

ZodwaTsotetsi-ufxr
Автор

Mkhulu ngiphuphe ngiphiwa imali yisitha sami 25r ngayithatha kodwa ngayikhafulela ngamathe

NombusoXulu-pw
Автор

Hi bhuti ngicela ukubuza kushoni ukuphupha ubaba wengane ekunika bo200 abasihlanu kanti abengasakuniki imali

LenhleMaziya
Автор

Thokoza mkhulu ngicela mawuphupha usetown ubona igubo zengane udlule uyephambili isitolo ubone abantu abaningi besengihamba ngenyawo phansi esitolo akunampahla ngathi siyathutha kunemoto bayalayisha kuyo nesikhwama ebengithi ngisiphethe ngisibheke angisitholi kodwa ngikhumbule ngiwushiye ekhaya

deliwembaths
Автор

Unjani Poster, ngicela ukubuza kuchazani ukuphupha ubona ihatshi lilala phansi umnikazi walo ethi selithengisa alilancedo

FeminaNdaba
visit shbcf.ru