Ukuphupha imali yamaphepha | @pastorweningi

preview_player
Показать описание
Ukuphupha imali yamaphepha

kindly join this channel to get access to perks:

Please Like, Share & Subscribe for more Dreams & Insight

Thanks; be blessed.
Рекомендации по теме
Комментарии
Автор

Amen pastor bengicela ukbuza incazelo yaleli phupho.... Ngisendleleni eya emsebenzini mangiphakamisa ikhanda ngibone Sisi osebenza osebenza next door emi e3rd floor engibukela phansi wathi uzoxoshwa ngavele ngaphakamisa amahlombe ngibuza ukuthi kungani ngaphaphama. Ngibonga

Rose-budKhwela
Автор

Amen 🙏 hallelujah pastor yeningi Vuka ngibona balanimali yamaphepha eningi bo200 kuya phezulu

sibusisofrederick
Автор

Syabonga Postor uvele uyishaye eskhonkosini🎉🎉🎉🎉🎉kuwo wonke amaphupho owachazayo🎉

msizintombela
Автор

Amen baba ngiphuphe umuntu engangimazi enginika imali yamaphepha ngayifaka e pocket ngathola enye fufthi ukhikhini amaphephe syabonga

ZuluXolile
Автор

NAMI nginekinga ngiphupha imali yencosi mayitsatse angati kusho kutsini ngiyabuta bakitsi lana lengibaphuphako batsatsa lemali yami

zodwasimelane
Автор

Greatings my pastor ngabe kuphupha uthola umbila lomhlophe kona kushoni.Phinde ngiphupha ngiphupha sika assembly kwaba khona into engihlekisayo ngahleka kakhulu ngihleka njee kwaze in my dream

AndresMhlongo
Автор

Amen 🙏 hallelujah pastor weningi uchaze khle ngaze nga exchange nge50.00 lohlukene ngathola enye ehlangene ngayifaka yonkhe ekhokhini lebruko❤ Amen 🙏 hallelujah NCeku kathixo

sibusisofrederick
Автор

Sawubona pastor ngicela ukubuza ngiphume umuntu engihlelisana naye efika la ngihlala khona Uma efika ufika ejabulile mangivela kuye ufike wanginika u 100 ngawuthatha ngawubeka kucaza ukuthini ngyabona

Thobeka-sp
Автор

Ngyabonga Pastor ngicela ukubuza nginephupho elangiqala from the age of 5 since kwashona ubaba wami ngjlezi ngiphupha ingcwaba lakhe kukho umntu engingamaz but liza ngendlela esahlukile and aypheli inyanga ngingaliphuphile sometimes ndibone livulekile kukho usana or umlungu but zange ndamphupha yena ngimbona yena oko washona but hlezi ngilibona ingcwaba lakhe

zamekajule
Автор

Masibonge Pastor ndicela ukubuza ukuthi umntu xa ephuphe I president yase phesheya ingaba lithetha ukuthini elo phupha

DemzaGupta
Автор

Iyncazelo zakho baba syabonga ziyambula

Sinqobilelanga
Автор

Unjani pastor.ngicela ukubuza kusho ukuthini ukuphupha umuntu oshonile ekhuluma ngefoni

zaneledlamini
Автор

ngiphuphe isaka laka 2 million ka bili manje

Dzadddy_G
Автор

Ngiyabonga ngencazelo sengiyitholile ebengiyidinga

siphiwengwenya
Автор

Ngyabingelela Pastor.. Uqinisile Mina ngiyiphuphile imali eningi a day later ngaphiwa imali yamaphepha ebonakalayo impela😅 ngiyabonga

Gabisilepeggy
Автор

Unjani bhuti kusho ukuthini ukuphupha umuntu okukweledayo ekunika imali eyamaphepha eningi namakhandlela amabili amhlophe

ConstanceMtshali-tb
Автор

Ukuphupha uzosolwandle kuphume umuntu ongasekho ephenduke locc wasolwandl ezekuwena kodwa engakhulumi😢

Samukelisiwemthethwa-ndhj
Автор

Uma uphupha umuntu Emile eduze kombhede wakho ma umbueka amejlobakhe agcwele izinyembez kodwa futhi angimazi

Zukiswa-yz
Автор

Mina ngiphuphe engathi u Mama ulahlekelwe yimali sayifuna sayithola engadini phatsi kwamagcembe wobhatata ... sathola ne sheke elibhalwe R200, 000 nalo kade li belong kumama

FuzileFuzile
Автор

Hi bhuti kushoni ukuphupha ubaba wengane yakho akunika bo200 ababovu abasihlanu

LenhleMaziya
welcome to shbcf.ru