Indiki liyahlupha

preview_player
Показать описание
Umoya wendiki uyahlupha uyawuchitha umuzi kwabaganene
Рекомендации по теме
Комментарии
Автор

Licishe langibulala ngiwfakazi, labhidliza yonke into yami sebelifuna la🥺😭uNkulunkulu nedlozi bangiph amandla ngalenza ngaliphothula🙏

gugunkosi
Автор

Thokozani makhehla, ngicela ukubuza uma umzimba wakho udikiza wonke kodwa hayi ngesikhathi esisodwa ngabe kuchaza indiki noma cha.🙏

nontandosikhosana
Автор

Ngicela ukubuza ubona kanjn Uma unalo noma kumele udle igobongo lalo

NgceboMajola-tw
Автор

Angineqhathi mnewethu.
Ngoba kubukeka ubahlonipha abalandeli bakho Kanye nezihambeli zakho Kwimpunga yesintu TV.

wonderfulnature
Автор

Syabonga kakhulu baba impunga ngolwazi olungaka❤❤❤

Bet_with_G_light
Автор

Mkhulu sibonge mina ngisemncane ngavuka ebsuku ngathi sebeythathile moto ka auntie wami ngabatshela nokuthi bazoyfica kuthi and bayfica khona ngempela🙏🙏🙏

sphiwengubane
Автор

Manje njengoba abantu besfazane sebeteta ngokuhlinzwa bayokwazi njani ukuthi ingane ibimbethe?

bheshu
Автор

Ulwazi olusikhulisayo syabonga lubalulekile ❤

nkosikhonamfanafuthi
Автор

Kahlekahle wena 4giyani uthwase kabili ngokuthi uthwale😂😂

kamaveetv
Автор

Mina langenza ulaka indiki😭lingilawula nkosiyam yey, ngamphendula kabi umuntu engangizwan naye wavele wadinwa wathi ngiyeyisa angihloniphi😭wangishiya knjl... Ngifisa ukwaz ukuth kyenzek yin limbuyise umuntu uma sewulilungisile ngob sengiqedile ukulilungisa

gugunkosi
Автор

Camagu Mpunga yesintu bengingazi Kunzima umuzi wam uchithakele ngidinga usizo kudala kusuka 2016 kunamanje please 🙏🏽🙏🏽

dorisnzala
Автор

Isintu siyabiza.. Abaswele bona bayoluthola kuphi usizo, ngoba izinto eziningi zidinga impahla izidalwa. Siyoluthola kuphi usizo mangabe abantu okuyibona okumele bagcinele izingane zabo izinto behluleka, ngokuthi yonke into ibiza imali.?

Inkothololo
Автор

Mpunga yesintu.
Mangikudonsa ngomoya kukhona ongakuvumanga uma sekuthintwa indaba yokuzalwa wembethe (indaba yezimpahla/ubuwele) ungixolele nceku lesithunywa sehlulela imizindlo nemicabango.

wonderfulnature
Автор

Danki Mpunga yesintu nangokusilethela abelaphi abaneqiniso

vincentgumede
Автор

Inkinga nje ukuthi ulapha indiki umuntu aktshele ngesthunywa ai badlala ngathi abantu uma sxakekile

sthedlamini
Автор

Thokoza mkhulu mina ngokwami ngithi ukwembatha kwehlukene nezindlela zokwembula kazifani njengokuthi nje umuntu ozalwe enqwambile vele loyomuntu usuke ephathiswe umsebenzi wokwelapha but umuntu ozalwe embethe kuyenzeka ambathe inhlanhla ethile ukuzalwa uyiwele usuke uzelwe wembethwe ngyabonga

mbuyikagayede
Автор

Ngelinye ilanga e Thembisa wathi omunye uMuntu angize ezonge mbula khona 😃😃 Yazi ngake nga mangala ukuthi njani manje hheyi iziNyanga zase zweni.. Kusuka lapho ngazitshela ukuthi uMuntu wakhuluma indaba ye Ngubo angiyingeni kodwa iyangi hlupha mani 🤦

makhosonkemvelase
Автор

Uthini UNkulunkulu mdali wethu sonke ngezangoma, izinyanga, abaprofethi, abathakathi, amadlozi, amasonto, nangamasiko? Dueteronomy 18:10-12, Isaiah 8:19, Roman's 10:1-3, 2Corintians 11:12-15, Mark 7:7-9, 13.

vusimngomezulu