Injula nemfilo yaManzi | Ugcobo | Isphiwo sokusiza abantu | ukufaka umuntu emanzini

preview_player
Показать описание
Ijulile indaba yokusiza abantu
Рекомендации по теме
Комментарии
Автор

Lakwenzani iSonto Mpunga yeSintu?🤣🤣🤣🔥 " imikhuba yemasonto"😂🔥

nduduzo
Автор

Kufuneka ube yinjula lwati kuze uvisise lenkhulumo ❤

ndumisomkhatshwa
Автор

Yajula khehla uke uthinte isihloko phakathi koBizo nesphiwo.

nkosinzama
Автор

Asibibonge bomkhulu 👏👏👏. Ngiyawuthanda lombuzo oqale ngawo mkhulu Mbanjwa. Okwengeza lapho Kurt yini ukucela omunye ogcotshelwe ukuhlambulula abantu emanizi noma akesithi awukabinayo Iexperience yokwisa umuntu emanzini enzenjani lapho umelaphi oswmusha? Ngoba kuyenzeka alethwe umuntu kufuneke ayiswe emanzini, wenzenjani lapho uyamdlulisa komunye umuntu or kunenye indlela?

musakhumalo
Автор

Makwande Makhehla amahle👏🏾👏🏾siyayithanda inxhoxo yenu ma inaba isibande siyabusiseka.

sisey
Автор

Najula makhehla mina makhehla ngiyadinga ningilekelele kuze izinto zichume🙏

sphiwengubane
Автор

Bhubesi asisamazi, Mpunga uza nini eGoli?

SibonisoMtshali-fg
Автор

Yazi yonke lenkulumo beniyibhekise kumina njengomtwana ufundiswa lokho kuyimanje Ngiyathokoza

sthabisojaca
Автор

Ngyakhula each day ngikulalela Mpunga. Mina ngizalelwe ngakhuliswa phansi kwenkonzo yasechibini St John known as inkonzo kababa Masango. Khona omunye wabaholi enkonzweni yakwethu owathi kuthiwe uma ebusisa amanzi inkomishi yokubusisa akoyinika omunye who was junior to him reason being that junior mfundisi had uphawu lwamanzi, izingelosi zamanzi zyamanzi. Lokho akwhlenga kahle kuSenior zabheda izinto until ehlambuluka ukuthi kuthiwe kwathiwa. After enze lokho things got back to normal 😊

musamhlongo
Автор

uyazigugisa emncane kodwa u Mpunga ye sintu 😂🤣

Metro
Автор

Mpunga wena ithongalami langitshala okuhle ngawe

sphamandlatrevor
Автор

Kujuliwe. Ibhalansile inkulumo makhehla 🙌🏽

Princemazibuko
Автор

Weeh ubhubesi wangikhumbuza isalukazi sami esizala umama, Khanyani nibonqkalise

zinhledlamini
Автор

Yekabani ingoma le ikahala ekugcineni?

cvemwanda
Автор

Mina Nduna KaNdaba Ngfise Uke Unabe Kancane Ngalenduku Oyphathayo Ngyafisa Ukwazi Ngayo Umlando Wayo

thabisodladla
Автор

Uthini UNkulunkulu mdali wethu sonke ngezangoma, izinyanga, abaprofethi, abathakathi, amadlozi, amasonto, nangamasiko?

vusimngomezulu
Автор

Uma ngabe unamathwasa, lelo thwasa lisuke lize kuwena kanye neyidalwa zakubo, okusho ukuthi ku bonke abantu abeza ku gobela walo bazosizakala, kungenzeka ukuthi abanye balethwe yizidalwa zika thwasa and uyena uthwasa okumele abasize, ugobela angafaka isandla lapho na lapho ukwenza isiqiniseko sokuthi konke akwenzayo ukwenza kahle.

buyisiwetshabalala