Ukuphahla | Impunga Yesintu TV

preview_player
Показать описание
Nawe kuzokusiza ukuphahla
Рекомендации по теме
Комментарии
Автор

Mpunga yesintu ngingakwaz yin ukshisa impepho makuthiwa ithakathiwe kufa abantu

dumisaningcobo
Автор

Syabonga kwiMpunga Yesintu umfokaMbanjwa ngolwaz olunzulu asiphe lona namhlanje

sandilemagwaza
Автор

Ngisacela ukubuza ukuthi uma unabantu abadala uphahla kangani ngalezizibani futhi uthi masuzokhelile uzishiye kanjalo zizicimele noma uzicima wen ngiyabonga

bonginkosimpanza
Автор

Mina senglindele levideo osthembisayona sethembe klokhu uzokwenza osthembisakhona wagcina usthembise amahlahla lawageza abantu abadala mawsawakhumbula lawomahlahla amathathu klungile ngyabonga mina

mkhabolengayondodemyama
Автор

Ozalwe embethe usebenzisa esimhlophe esiblue nesiyellow isibani?

siyabonganxumalo
Автор

Ngiyabingelela mina ngibonha ukuchaziseleka kade kwasa ngiyifuna impendulo yokuthi uphahla nini isikhathi nokuthi uphahlela kuphi kodwa ngiyitholile manje ngibonga kakhulu

mankumbuli
Автор

ungapheli amandla sicathulise mina nje ngiyafunda.

bulisithole
Автор

Thokoza Mpunga, ngisanda kuthola ukuthi ngembethwe abantu abadala. Sengibagezile ngembuzi manje kunezinto ezenzeka kimi ebengicela impunga ingihlaziyele zona:

1. Kunezinto ezihlala zihlale zingqogqoze ezindlebeni zami.
2. Ngisanda kuphrofethela abantu ngaboniswa izimfihlo njengabantu abakhipha izisu, abagula ngamakhanda kanjalo nabashonelwe bonke bayakuvuma engikushoyo kodwa angikaze ngithwase ndawo. Ngabe kwenzakala kanjani?
lamandla afike kimi izinsuku zantathu 6, 7 and July 2020 manje sekuthule. Kuningi obekwenzeka kimi Mpunga njengokuzwa uma kukhona umuntu nokunye nokunye.
3. Nginokuphupha ngisenyuvesi kwesinye isikhathi ngisesikoleni
4. Nginokuphupha umhlambi wezinkomo ubuya edlelweni
5. Nginokuphupha ngindiza
.
6. Ngisanda kuphupha ngifundiswa ukudlala umlabalaba

Ngobonga kakhulu Mpunga uma engangihlaziyela lokhu okungenhla.

Siyabonga,
N. Mdletshe

ntandomdletshe
Автор

Mpunga yesintu, siyabonga ngokuba ulokhu usifundisa futhi usikhumbuza ngesintu sethu. Cha, sengize ngabona ukuthi kumele ngizitholele lencwadi yakho equkethe cishe konke umuntu akudingayo. Konje ngingayithola kephi njengoba ngise-Thekwini?

thobanimanzi
Автор

Ngyabonga mzukulu kalokhuzana uyibeke kwacaca ke lendaba

inhlulamgabashe
Автор

Sibonge Mpunga manje mina sacela ukubuza lana, uma uphahla ingabe uphahla kangaki, ingabe uphahla kanye evikini noma kaningana. okwesibili ebengifisa ukukubuza ukuthi uma usuqedile ukuphahla ingabe lezibani osuke uzikhanyisile uyazicisha noma uyaziyekela ziziphelele zona?

sohugeinvestments
Автор

This is valuable information. So if awazi if wembethwe wenza njani? Sikhona isidingo sokuyohlola before uqale ukuphahla or uku themeleza?

nontobekoxulu
Автор

inkocy ize isigcinele wena ibuye ikuphe namandla okumelana nalabo abazofisa ukubulala izimfundiso nesiphiwo sakho

thokozanihlatshwayo
Автор

mkhulu you did not explain the 1st one. The one ombethe ingubo ye yenhlanhlana. Yena of pahlelwa ka nkajani

lorramokoka
Автор

Ngangicele izincazelo zemibala yamakhandlela ukuthi zisho ukuthini, wasebuza ukuthi yimiphi leyomibala, ilena elandelayo...yellow, blue, red, white, green and pink, mhlampe ngizosho leyo okwamanje, nokunye mhlampe engingathanda ukuthi ungicusishe kukhona ukuthi nakhu usuphahlile mhlampe 1, 2, 3 to 4 days nakhu awuboni mehluko mhlampe namaphupho akakucacisi kahle, sikhona yini isidingo sokuthi uye kohlola ngoba thina sizwe esinsundu sikhonze ukuhlola?

kevingasa
Автор

Izincwadi zakho azitholakali nje kodwa... Sicela ukucacise kancane ngoba ukuchumana neThonga kubalulekile

skhumbuzomzimela