UKUNGCOLISA UMSAMO NGOMUNTU OKUSIZAYO

preview_player
Показать описание
Ukusizwa umuntu ongalunganga kuyawungcolisa umsamo wakho uncole
Рекомендации по теме
Комментарии
Автор

Yazi Mpunga uqinisile. Mina sengake ngaya komunye umuntu kuthiwa uyasizana kakhulu kodwa ngezwa mina kungavumi. Ngathi mangilala ngaphupha ngibuyelile kuyo kodwa ephupheni bangitshela ukuthi mangiyocela enyokeni esegcekeni lakhe ngabona kugcwele izingane egcekeni lakhe khona ephusheni. Uma sengivuka ngibuza abadala ngaleli phupho kwathiwa ithongo belingitshela ukuthi lomuntu usebenza ngenyoka nangotikoloshe abaningi. Okusho ukuthi ithongo lami laliyikhahlela indaba yakhe lingayifuni lithi uncolile.

SipheDlamini
Автор

You are the best more than any traditional peopLe I've ever seen on ngyaknika bhuti cannot wait to get ur books.

nkosinathimthethwa
Автор

Fuze fulela waze wayisika phezulu indaba. Sizocela ujule ngesimo sokhuhlanza ithongo kanye nomsamo, nanokuthi ubona kanjani ukuthi umsamo nethongo akuhlanzekile. Siyabonga Mpumlnga Yesintu ngomhlahlandela osinika wona

sazi_mpumelelontuli
Автор

Absolutely agree with you. I hope people will take your advice to heart.

busisiwenxopo
Автор

Siyabonga baba ngiyakuzwa mina ngilalela wena

mthokozisimthembu
Автор

Siyayibonga iMpunga ueSintu ngokuletja ukukhanya esizweni kuphela, Sith halala Fuze size siphuma ubhejane esiqhingini kudala abantu behamba emnyameni kanti amaThongo ayaphila enza imihlola sidlalwa abelungu sinokwethu okusiphilisayo ngempela, umcele oldie Mpunga

siphomazibuko
Автор

Impunga yesintu iyona kahle kahle, okumele abantu beyilalele noma ke sibaningi kuba nzima ukugwinya iqinisp, sijaha izinto ze mlingo kodokotela engeke ngibadalule,

zwelethuzwelethu
Автор

Siyakhuleka emakhosini 👏🏾👏🏾👏🏾wayibeka Mpunga YeSintu 🙏🏿

siyabongablack
Автор

Zitholakala kanjani izincwadi uziorder kanjani

siphomazibuko
Автор

MANJE HOW DO U KNOW IF ITHONGA LAKHO LIHLANZEKILE AND HOW DO YOU KNOW IF YOU'RE DEALING WITH UMUNTU OQOTHO ONGAKWAZI UKUKSIZA NGENDLELA EFANELE?

cliftonaccom
Автор

kahle kahle, umsamo ulungiswa kanjani uma ikhaya selaphela?

s.l.jzikalala
join shbcf.ru