OKUJULILE NGOMSAMO

preview_player
Показать описание
Siyafisa ukunyusa izinga lomsebenzi wethi yingakho sicela ukuba nisilekelele ngezinsiza kusebenza:

Nalu uhlu lwezinto esifisa nisixhase ngazo:

Рекомендации по теме
Комментарии
Автор

Sibingelele emphelandaba, Cha mina nginenkinga mengike ngabika emsamo uma ngizoya kwabamanga, ngivele ngifike umelaphi engekho noma ekasebenzi ngalelola langa, makwenzeke ngamthola avele athi konke kuhamba kahle angiboni lutho.

wakhiwemdladla
Автор

Siyabonga siyafunda impela ikakhulukazi thina esakhulela emakhaya ayenganaki konke sekuwela kithi sigcine sithola nabantu abadlala ngathi

phumelelehlongwane
Автор

impungaaahhh✊✊

eyihh baba ngithi mangibuze lahh mina kuzasa kube inamuhlanje ngibe nephupho lapho ngiphupha ngidakwe kakhulu manje iyangidla lento baba ngoba phela ubaba ebengishisele impepho ngathi sengilala ngaphupha lephupho

sthabisojaca
Автор

Siyabonga Mpungaaaa uNkulunkulu akubusiso

winniesimamane
Автор

Ngyeza emphelandaba ngabe ulungisa malini ukubona mpunga yesintu uzobika inkinga yakho

zandilemadlala
Автор

Siyabonga kakhulu mfo ka Mbanjwa, ngicela ukubuza ngeculo elidla la ekugcineni. Bengingathanda ukulazi ukuthi licukwa yeyiphi intsizwa?

simphiwememela