AMABONGWA PROMO 2023

preview_player
Показать описание

Рекомендации по теме
Комментарии
Автор

Good track bafo buyela kuloshuni qhawe kaYise

YandyYandiswa
Автор

muhle kakhulu umsebenzi cyabonga ungasuk kuloshu kambongwa ❤🎉🎉🎉

SibongileMbokozi
Автор

Mfana KaBaba uSandile Uzalwa Iqhawe Bhuti!! 🎉❤

lungelomjweni
Автор

Muhle umsebenzi, ushuni wasemabongweni ngyawuzwa lalela izihlabo blended perfectly with modern maskandi, proud to be from NKR uyimele i150❤

siyabongagamede
Автор

Ey kodwa ngaloshuni aah suka!🙌🔥 ungabe usayiyeka mfoka Mbongwa ilapho ingoma🎸💯

Phumlaan-libo
Автор

Bafethu 😢😢😢❤❤ngeke Yaz angaz noma ngthin

umhlukumezimaskandi
Автор

Ayikabi kodwa mina ngifise engath' umfana angaba nguye hleze kukhulu esingakubona.

mphenigasa
Автор

Udlale mfana kodwa ungaphumi kushini wamaBongwa ngoba thina sasuthanda kakhulu

MusaZondi-ukif
Автор

Khuphuka mfana wasvususinga masikbona futhi sizes leliphimbo🔥🔥

ZakheleRZoeloe
Автор

Lokhu ngakholelwa kuwe from your fist album mfanakithi isupport uzohlala uyithola kithi muhle umsebenzi 🙏🔥🔥❤

zamanimthethwa
Автор

Ngicela Ungathuki Muntu please uza kahle amen🎉🎉🎉🎉🎉

sifisomdletshe
Автор

Kanti kwenzakalani ngoLusanda umfana weBhova??😮....ontanga yakhe benza umsebenzi omuhle but yena, hai not make work ntwana

slulu
Автор

Mfowethu i CD ka tata wakho ethi IZITHA isemandi nangoku kum

luvo_
Автор

Ei mfana kaMbongwa usebenzile ngokbuyisa loshuni ibambe kanjalo nje🔥🔥ilaphingoma up

LungisaniKhumalo-fh
Автор

Ayi Ayi Ayi Ayi mfana ka Sandile, hamba mfana usubehlule

ntanzint
Автор

😭wangikhumbuza ubabuwakho kodwa mfwe2 ♥️

zolekatheodora
Автор

Syabonga mfana, zizwakele izigi phansi eDumbe, eBhadeni. Ngaze ngahlengezela izinyembezi kodwa angiqondile ukuvusa esezaphola. Ngithi nje yiyo ibambe lapho kukhulu okuzayo.

nkosinathisibisi
Автор

, ❤❤❤ayi ibambe mfana uzanayo kanjalonje qhubeka inhle lento imnandi

NtombifuthiMaureenShezi
Автор

Ngakuthanda engikubona la! Uwuvuse umsebenzi kababa wenu

sevenrecords
Автор

Mfana kaMbongwa isnanqa kushuni kababa wakho phekwabo hololo

BhekumuziZondi-cvig