Ayanda Msweli Foundation | Rare Medical Condition

preview_player
Показать описание

Рекомендации по теме
Комментарии
Автор

Oh God, yaz uNkulunkulu uphila ebantwini ...siyabonga kakhulu nje baba Nongalo ngokuthi umu attend right nobhuti nobaba abamsondezile ukuzomcelela usizo. Umuntu umuntu ngabantu I Africa isgodi ngempela manje .🙌

sithembilegumbi
Автор

Ayi ngabuhlungu. Mawuthi awulutholanga usizo e Albert Luthuli kanti ngiyasivuma lesosbhedlela ❤

XolaniGabela-ct
Автор

Ow bakithi syabonga kobaba base rank .Baba Msweli syabonga❤

promisenomthandazo
Автор

Eish ngibuya kwa Thuleleni njenģamanje kodwa baba uNongalo kungenjani lihlangane loThuleleni lenze into eyodwa ngebhakede ngiyacabanga ukuthi kungahambeka🙏

emangcobo
Автор

Lelikhehla kuzomele silionge lisaphila bafwethu muhle kodwa awulula lomsenzi awenzayo

simphiweraymondmajola
Автор

Ey nkosi uyabona uNongalo wuJesu wasemhlabeni siyabonga Msweli umenjalo

ImeldaNgcobo
Автор

Syabonga Nongalo wavele wangajikelezi futhi zophuma yonke lemali. Unwele olude njalo kuwe❤😊

NtombifuthiMbambo-fqpe
Автор

Baba Msweli ngikhala ngesiphingo laphaya kuthenga abantu kodwa amaphoyisa akhona anikana ngamathikithi kakhulu eskhundleni sokwenza amapakingi, imanzimtoti iyafana nesiphingo ngoba kuthenga abamhlophe akhona amapakingi ngiyacela mnumzane usilamulelel kulekinga abantu banemoto manje abaphiwe Nabo inkululeko Amen

JabulaniSimon-edzk
Автор

Last days event, help us LORD ❤ there is Balm in Gilead, all things are possible with God.
*you are heald in Jesus name 🙏 🙌
Wishing you a speedy recovery Sbo🙏

PriscaSono-mu
Автор

Oh THIXO kwabuhlungu sizofaka baba ebhakedeni asizakale ubafo💔

ednathenjiwemngwengwe
Автор

Jehova lekelela kwenzenjani kanti ezweni lakho😢

FikileMeyiwa
Автор

Sengathi engasizakala bakithi 😢 shuthi kwaba umeqo ngoba okutholwe entombini ecushiwe awu last u2 months muningi

Shamza
visit shbcf.ru