Trending Video: ethuka uShembe uNyazi Zizwele 👉👉👉

preview_player
Показать описание

Рекомендации по теме
Комментарии
Автор

Yah kunzima khon 🙏 emhlabeni esphila kuwo u Shembe ngya uyafana nebunyanga kahle kahl masubuka kahle uryt ngoba lzwe uyalilungisa.... kahle kahl lsintu asilahleki kubantu ukuba umzulu akuphumi noma ukuba umswati so Shembe uryt ngoba uyafundisa kuthi kuze ubenetintfo takho emhlabeni ☝️ uyathandaza kuze uphumelele ryt okunye kunonye ningakhuluma nje khon 🙏 qhiniso umkhulu uyaphila end uyabaphilisa abantu 🤞 Dokotela Thokoza 🙏 🙏🙏🙏

ManqobaShabangu-ur
Автор

Kodwa zingane zethu iphi inhlonipho Jehova yazi mina ngiyi sayoni kodwa inkonzo yase Nazareth ngiyihlonipha kakhulu aww mntanami ngyadabuka ngoba awukufundiswanga abazali lokhu

NoziphoZikhali
Автор

Azihlonipheni inkolo zethu zase Africa 🙏🙏🙏

sphilakhambule
Автор

khipha u Jesu kulendaba webabawabo pls mtomdala qondana nomfana khipha inkosi yamakhosi ngiyakuncenga

noyisecynthia
Автор

Amen baba kubuhlungu esikuzwa kulomfana into embi kunakho konke lesono sesehlele nabakubo akumele ukhulume kabi inkosi unyazi Lwezulu ngoba uzoba nekinga if ungamthandi akube ihliziyilo yakho kuphela ungakhombis kubantu

isaacsiphonene
Автор

Uthuka Ubaba uShembe, nje. Ukone ngani. Ngiyavuma NAMI uNyazi unkulunkulu. Akekho umuntu ongasukela umuntu Omuhle Kanje amuthuke .

solwazidlamini
Автор

Ay kodwa eqinisweni besingekho isdingo esenziwe ilensizwa kodwa ngeke ufanise uShembe noNkulunkulu.

sekopaul
Автор

iNkosi Jesu wathi, baba bathethelele abakwazi abakwenzayo, kodwa ngizwa lezinsongo ezingaka
Mina ngazi ukuthi uBaba uShembe ukhipha isibusiso kuphela, manje nasenimpenda ngomunye upende, kungabe kukhona okunye enikwenzayo ebumnyameni naviva kangaka intethelelo aninayo
Musani ukukhuluma kabi ubabuShembe
Munye umahluleli uNkulunkulu uMdali weZulu noMhlaba

bongekilentombela
Автор

Eyiiih isenkingeni lensizwa ngiyayizwela🤞🤞🤞🤞🤞🤞🙏🙏🙏🙏idlale Kabi ayenziwa lento eyenzile Nkosi

sibusisomfeka
Автор

Ngoba belingeke lingaputshuki elika JESU😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂

mlungisichonco
Автор

Yebo kunjalo baba nam ngvumelana mawe🙏🙏

sikhumbuzosokhela
Автор

Mkhulu bonke abalandela uShembe, basesi hogweni

Unyazi akuyena UNkulunkulu ..
Futhi angeke aba uNkulunkulu ...
Mkhulu chubeka ushone ePreschool uyococela izingane

vusumuzivolly
Автор

Hmmm kwaze kwanzima ngezingane zethu kujika kuhlupheka umzali njalo Uma sesibuya izimpendulo ngoba cha izimpendulo zikubukisa ngezwe Uma sezibuya

NtombiNtombela-nl
Автор

Angiwona umNazaretha mina. Kodwa ngafundiswa inhlonipho. Ukuhlonipha noma yimuphi umholi wanoma yiliphina ibandla.

nomsashongwe
Автор

Kahleee baba ...wentshebe..uyedwa unkilunkulu

manahnojiyeza
Автор

thandaza baba inkosi yamakhosi u Jesu christ izokusiza uyiqhawe lamaqhawe akekho onjengaye.

nomfundoqwabe
Автор

Uthe mgibe awukwazi ukuphila ungenakuphila okuhle na bazalibakho kanti unyazi luyini kuwe ungikhubile mgibe xolela unyazi alunacala Mina lwangivusa ngifile lwangifaka inhliziyo sebeyikhiphile esibhedlela namuhla ngiyphila nginenhliziyo enstha eyakhishwa endala yini usmelane nothixo bathini kodwa abakini.

nompilongcobo
Автор

Ngoba uqinisile nje usho izinto azenzayo nezenziwa iwona wonke umuntu ophila phansi komthunzi welanga, umthuka ngakuphi?

MsaSibiya
Автор

Ungabokhuluma amagama amabi Uma ungenakho ukuqonda ngokubonayo ngoba okulandelayo kuba ukuzisola

nsikelelomagoso
Автор

Mina ngiyadideka iminyalelo elishumi ithi ungabinabanye onkulunkulu shuthi ngiya cabanga ukuthi naye shembe akakaze azibize ngomvelinqangi pho yini abantu bathi uwunkulunkulu okokuqala shembe soze akutshela ukuthi ufanini kodwa usimakade wazi usuku nesikhathi neminithi so Nami ngithi unkulunkulu wakho khehla ndini

mpenduloedwardmtshali
join shbcf.ru