filmov
tv
Ezinohlonze ezindabeni zanamhlanje @1pm | 17 April 2020

Показать описание
Sebengamashumi amane nesishiyagalombili abantu asebebulewe yiCoronavirus kwatheleleka abayizinkulungwane ezimbili amakhulu ayisithupha nesihlanu kanti isifundazwe iEastern Cape sidalule ukuthi sebebane abantu ababulawe yigciwane khona.
Ibukeka isebenzile imithetho yelockdown njengoba wehle ngamaphesenti ayisikhombisa umthamo wezimoto kwaphangalala abantu abangamashumi amabili nesishiyagalombili ezingozini ezingamashumi amabili nesithupha ezenzeke ezweni lonke ngephasika.
Usuhlehlisiwe umjaho iComrades Marathon lokhu kwenzeka nje ezemidlalo emhlabeni zimisiwe ngenxa yokubheduka kwegciwane icorona.