Intombi Oyeshelayo Iyabuza = Unayo Yini Intombi?

preview_player
Показать описание
Uwuphendula kanjani umbuzo obuzwa yintombi Oyeshelayo othi unayo yini intombi? Kunendlela efanele kanye nengafanele ekumele uphendule ngayo lombuzo, akukhathaleki noma unayo okanye awunayo intombi. Lalela uMqeqeshi Wezinsizwa echaza indlela ekufanele uwuphendule ngayo lombuzo ukuze izinto zakho zizokuhambela kahle. KwaMqeqeshi Wezinsizwa, Ikhaya Lenjabulo ✊🏾
Рекомендации по теме
Комментарии
Автор

KUYAZWAKALA amanyombazane avele ekubone njengomuntu nje o desperate if uzoyitshela iqiniso ngokuba single kwakho

nxelenongalo
Автор

Mina into engthanda ukuyi notice ukuthi ngivakashela intombazane kabili bese yona ivesane ingfune manje mina ngazi why ngoba maningi amantombazane ayangfuna mina sengi overwhelemed ngoba agcine esecikekile amanye ngoba ngivesane ngimangale bese ngyaqhela. Mina angilona isoka mqeqeshi ngoba ngiwumuntu obhizi nga something angz ngenzenjani siza and angiyena umuntu othanda ukudlala ngamantombazane ngizifunela umuntu oy one but manje abanye bayangihlinela ngoba angi act abanye bayazi letha minake angifuni ukuvesane ngithandane nomuntu ngifuna ukumfunda kahle haai ngivesane ngi qome umuntu ngoba emuhle ngingawazi umqondo wakhe.

marvinxulu
welcome to shbcf.ru