Iphakad' elihle 2020 Album Promo 2.0

preview_player
Показать описание
This is an official promo for the album set to be released on the 25th October 2020.

Enjoy
Рекомендации по теме
Комментарии
Автор

Khuphuka bhuti khuphuka ngiyakuzwa mina

wangasoyiyana
Автор

Ngicela Lengoma nje isiyonke , ngingaythola knjn zihlobo

ayandadlomo
Автор

Yabona ama CD promo alobhuti ay ahlezi eknika ugqozi nofuqufuqu lokthakasela ingoma yakhe enjalo nje uyageza uyijongo

kwazingubane
Автор

Uyabona uma kukhulunywa ngomshayi wama CD promo yi Phakad'elihle 🔥🔥

mthokozisisbusiso
Автор

Kodwa yini wenza so Phakandelami 🔥🔥💯everything is perfect clean kuphuka phakand'elihle

dollynkabane
Автор

Khuphuka lapho konakele imnandi ingoba yakho mfwethu

thembeladumakude
Автор

😊😊☺☺
Ay'keh sukanini madoda kodwa ngiyojabula mhlazane wakhiph'Album ephelele awuzenazo qhawe

sonwabilenyembezi
Автор

Khuphuka ..PHAKAD ELIHLE..dali mana lapho🙌🙌🙌🙌🙌🙌.ngiyakupha u 100% mfowa kithi

ntandoisdore
Автор

Lelizwi lizosusa amakhosi esihlalweni sobukhosi ngoba vele abasi deservi up mfan'omdala muhle umsebenzi wakho

msahmashobanekhumalo
Автор

Nice one Phakad'lihle ...we always love your songs kakhulu noma sise Zim Kodwa Kodwa ngithi phambili ngo Maskandi 💯🙏

lubamhlanga
Автор

Kuhle Chunu ibambelapho((kodwa lentombi enidlala ngayo ngiyayithanda weCingwane)) muhle ngempela umsebenzi bafana bakithi

sibanganimhongo
Автор

Bengisacela ama number ka Thandoh uMpure please.... cha ngiyakvuma Chunuza...asbonge Phakade wase ngonyameni... Yeyesa Ndabezitha 🙌🙌🙌🙌

mememaakane
Автор

Khuphuka Phakade nengom emnandi🔥🔥🔥🔥🔥 cha mina angkaze ngaphoxeka ngomculo wakho mfwethu 🔥🔥

sibonelomvelo
Автор

Yonke into yavele yaba perfect 😍😍😇
Nayi ingoma esizoqholosha ngayo ke thina 😍😍💟

sbongazondo
Автор

Ayi qualify amapromo alenkunzi bt lengoma ifana ncamashi neyenkosi yamagcokama ethi Dali kyabanda sengaze ngkhumbule I x yami anyway amapromo 👌👌👌

bhekadlamini
Автор

Khuphuka lapho MfokaPhakade 🔥🔥🔥🔥. Selokhu ize ngamandla eyakho ingoma MtaneKhehla. Mana njalo nje 🎶🎶🎵🎵🎸🎸🎸🎸💯💯💯💯

LungeloKhathini
Автор

Ivoice yalomjita ayingigcwilisi neze😂😂😂

sphecyril
Автор

Uyashaya le ngoma too much....
Ngsacela nizwe umfana okuthiwa Mhlubulo Khumalo lapha ku-Utube uzakabi loya mfana 🔥🔥🔥🔥

Subscribe guys ezokhula 🙏

mhlubulokhumalo