Amangcukumane Lalilihle

preview_player
Показать описание
Mjikijelwa Music Production
uMjikijelwa(Chalaha)Ngubane indoda esisebenze imninyaka eminingi endimeni yezomculi(Maskandi)
Рекомендации по теме
Комментарии
Автор

nango 2024 still 🔥🙌💃❤️❤️❤️The Mjik'jx The legend himself 🙌😊

nombusobathabile
Автор

Oh hhe, uma ulapha ngo2030, wazi ukuthi uMjik'jelwa lo wayeyinkosi kamasikandi, ngisho lapha elele khona usabusa, ayikho inkosi eyophinde ibe khona, inkosi kwakungeyakwaMbovu, uSomahhashi... Mbovu, asikhohliwe yezwa bhuti? Sisakuthanda kakhulu, sithembe futhi uyobuya, wawuthe abake babonana bayophinde bebonane futhi, ungalali kakhulu, uguqe ngamadolo nje uphinde ubuye nkosiyami👑🙌🏾

siyandamsimango
Автор

Oban esisabuka nabo ngo 2019 ?

Inzima kakhulu lengoma yeChalaha ayideleki

sizwemuzwenkosidubazane
Автор

Ziyohamba insizwa Kosala izibongo hamba Qhawe nunu ❤uyibekile induku ebanda king of Masikandi 🤞🤞🤞

ntobekopetermxhegwana
Автор

Today marks exactly 2 years since you left us may your soul continue to rest in peace. Mbomvu Nzombane Ncukumane elihle❤️

phumlahportia
Автор

Somahhashi mbovu ngcukmane hhashi lam wangikhumbuz

ZakithiXABA
Автор

Ngubane, matomela, somahhasi, mbomvu, myaluzi, nyoni esindwa isisila sayo lala ngoxolo bhuti wethu

nompilongubane
Автор

Awwe 😭 Nomafu 🙏🏾 💙 Mbovu ngcukumane 🙏🏾 you are the reason why I listen to Maskandi music 💙

sizwematchesdlamini
Автор

Ziyohamba insizwa kusale iybongo❤️😭till this day angikakholwa💔...uban esinaye lana ngo2021

nosihlekhumalo
Автор

Continue rest in power Mbomvu sihlalasihlale sikhukhumbule nsizwa😢😢

Sinethembanala
Автор

I do not know what took me so long to know this song, *WHAT* *A* *HIT !*


#SOINLOVE

lusandamzimane
Автор

Ayideleki le track....iyohlale iyi hit le track🔥🔥🔥🔥.bancane abo cover la🤞...King Mjiks....ubuyinkinga they are only 2 favorite maskandi artists ami...u Mjiks no Duyaza...hhay hhay hhayi abanye abakhohlwe angibenzwa🤗

frica
Автор

21 September 2022 ..sisayibambile namanje🔥🔥

Siyohlala sikukhumbula Chalaha likaShafuza 🖤😭

smisonhlebela
Автор

🙌🙌 Mjiks you're the reason I listen to maaskandi

siyandashabalala
Автор

mara mara kube ngangemzulu ngangaba yini #😍

hlengiwemhlungu
Автор

I am playing this song when i am travelling with my tourist .Germans like this song even bengaliqondi

sicelombatha
Автор

Ay ubugagu !
Umuntu obengenandaba nezwi lakhe sigcine sesthanda lona lelozwi liyisihosho linjalo❤

siyabongapatrick
Автор

Ngiyohlale ngikhala njalo ngeNunemnyama 😢 kwakucula laaana

sibonisocbonah
Автор

This song is so prophetic, its like he was forseeing his own death, this classic masterpiece was Mjiks goodbye present to his fans, RIP

allanvirimai
Автор

Ulale Kahle qhawe mculi kamaskandi sibonge ingoma emnadi 👏✊ salute 😭siyakhuthanda mjikijelwa 😭😭✊♥️

sqediletshuma
welcome to shbcf.ru