UMLANJWANA UNAYO INHLANHLA YAKUBO KAYISE

preview_player
Показать описание
Kubalulekile ukuhlawula zinsizwa
Рекомендации по теме
Комментарии
Автор

Siyabonga ulwazi ave lungisizile empilwen yam kwande👏👏👏

thobelanibrightzondi
Автор

Ngicela ukubuza mkhulu kulungiswa kanjani mangiphume komalume ngakha umuzi wasekhaya kobaba ngibuyelala kanjani komalume

angiemsomi
Автор

Ngcela ukbuza ngidinga usizo kakhulu ngaletopic ngingabuza kuwatsap

NombulelSnenhlanhla
Автор

Ake ngibuze Mpunga yeSintu ukuthi, uwulamula kanjani uMbango ungakaze uye khona kini futhi ungakwazi?

sinikojoja
Автор

Mpunga sicela imbizo yesintu nase Goli

rain-lindamakhanya
Автор

Awuh mpunga ave ngijabula ukubona ukuthi ichannel iyakhula and ngamandla. Kuyatshengisa ukuthi abantu bakithi abampisholo bayayibona into eyimpumelelo neyimfundiso. Ngoba kubalulekile Sazi ngempilo yethu

christianosobzatwala
Автор

Mpunga yesintu siyabonga ngolwazi osipha lona ngesintu soqobo, ngicela ungabalandi Laba abadayisa Izigubhu.

siphamandlabrian
Автор

Mkhulu kuze kuhambe kahle ngezi 27 bese ubeka usuku lokuza ngapha e Goli nathi sikulindile singajabula mawungafika nginifisela ilanga elimnandi neliyimpumelelo

juliontladi
Автор

Mkhulu ngicela inamba yakho. Ngyayizwa inkulumo yakho ngingasizakala kuwe mangilalela inkulumo yakho. Ngingumlanjwana nami.

tonnynyanda
Автор

Mina ngicela ukubuza mkhulu kuyenzekani ubangwe amadlozi ekubeni ungakaze ulibhade kini nobabwakho engakaze avele kini ahlukana nomawakho wenuzelwe?

mkhabolengayondodemyama
join shbcf.ru