ukuphupha (izinkomo kusho ukuthini)

preview_player
Показать описание
imibono yamaphupho yezinkomo ngokuhlukana kwayo .
Рекомендации по теме
Комментарии
Автор

Ave ngibonga emndeni ofihlayo uma usugezela umuntu oshonile ngenzenjani

Nomsindo endleni awpheli yini

vchadebe
Автор

Ngicela ukubuza Cc, ngiphuphe indodana yami eyashona ngo 2023 inqunu ingagqokile lutho❤

PhilisiweMtshali-tf
Автор

makwande gogo nonyaka ondlule ngaphupha umhlambi wezinkomo ehlane ezibomvu ngokuphaphathelekile, nezimhlophe ngokuphaphathelekile kunzima Uma ungenalwazi, nasekhaya ungaxhaswa, kunzima, makwande gogo God bless you always ukhule uyasisiza gogo ngicela incazelo emaqondana naleliphupho ngoba bezingekho ekhaya, 🙏❤️

isabellagreenbeck
Автор

Thokoza gogo, gogo lapha mgiphuphe izinkomo zingaphandle kwegceke zihleli zinombala omnyama nomhlophe uma ngivula iwindi ezinye zasukuma

SamsonMabaso-oezw
Автор

Makhosi.ngiphapha naleli phupho lezinkomo ayikho emnyam ezimhlophe, ezinamabal, ebombu zimile kodwa sengathi zingasenhla kwami mina ngilele.mangiphakamisa ikhanda lapho ephushwen kungathi ebomvu iyadlal nemhlophe .lokhu kokuthintan ngephongo ngavel ngaphapham.but bezingalwi.ngingajabul mangingachazelek amen makhosi🙏🏼

thokozanimiya
Автор

Amen gogo mina ngiphuphe ziningi ezibomvu kukhona eyodwa emnyama ngayihubha Lena emnyama yabaleka yangena emhosheni

PhumzileMcineka
Автор

Amen mina ngaphupha eziningi inkomo hlampe zazu 7 kanje kungathi ziyangivimba ngaye ngabaleka ngayophumela komalume kodwa zange bangamukele kahle.. engabe kusho ukuthini lokho

ThandaNonhle
Автор

amen mntanam ngiyabonga kubantu bakini abakuholayo ukuze ukwazi ukusisiza ngezimo eziningizamaphupho esingakwazi ukuzichazelawona ngiyabonga engathi ungaphimelela kukhonkonke okufisayo

chistianmkhize
Автор

Ukuphupha izinkomo zikhuluma nami ezingu zikhuluma enye inamabala amnyama namhlophe

helenhlope
Автор

Siyabonga makhosi, bengicela ukuba nenamba yakho. Khona ebenginesfiso sokuthi sixoxe eceleni

skhumbulilenyathikazi
Автор

Amen gogo cela ukubuza, kusho ukuthini ukuphupha unikwa isikhumba senkomo esinombala obomvu no mhlophe

PhumzileMabuza-sg
Автор

Sawbona cc ngiphuphe amathole amaningi abovu kumele ngenzenjan kuleliphupho.Nguvamisile nje ukuliphupha

lindelazondi
Автор

Amen cc Uma uphupha inkomo enamabala amnyama namhlophe uyiqhuba uyingenisa ekhaya kusho ukuthini

ZamaLuthuli-wo
Автор

Ngiphuphe a afana bacuba uhlambi ye Nkomo

mosesmotebu
Автор

Siyabonga cc kakhulu mina nngiphuphe ubaba wakwami epheka ubhontshisi kubo

nozie-vxjh
Автор

Amen sisi syabonga ngezicazelo zamaphupho 🙏bengicela ukubuza kuth kusho ukuthini ukuphupha inkomo igwazwa kodwa ingakhali kwenziwa umsebenzi 🙏

PhilisiweBiyela-gdnm
Автор

Syabonga kusisiza umuhle kodwa
Cela buza gogo ngiphuphe zinkomo ezimnyama ziphuma ngesango ezimnyama zodwa

Mangibuka lelosangu ngaphakathi ekhaya imbali enhle ngayithanda ngayikha ngobuningi

waltersthemba
Автор

Molo MaMbotho Hlengiwe, sesi ngiyabonga kakhulu mina ngezincazelo zabaphupho mfethu ngiyasizakala mina kuwena kakhulu may God bless you ungadinwa yithina,

musawenkositruelovekhumalo
Автор

Maye uphiwe shem cc syabonga. Ngiphuphe izinkomo zininzi zifika emabaleni ekhaya kwachamuka indoda iphethe unogwaja omhlophe yazishaya zahamba. Engabe cc lichazani leliphupho.

sweetiezwane
Автор

Ngithanda ukuthi nje uvele ungene emxholweni ...thanks for that

NozukoMbhodiya-hini
join shbcf.ru