UMUNTUYENZIWA VS SONGQONGQO 20 MINUTES THATHA ISAYIDI

preview_player
Показать описание
#uSongqongqo#Muntuyenziwa
20 MINUTES OF UMUNTUYENZIWA VS USONGQONGQO KHETHA OWAKHO.

Presong by Mabhlukwe (Mabhlukwe Music Production, Umzimkhulu ) 0781794303

Also
Рекомендации по теме
Комментарии
Автор

Akanantanga uMntuyenziwa, okuyisginci sekfana nespuni sbheke emlonyeni. Unzima kakhulu lo mfo

sakhilemhlongo
Автор

Nginawe lapho Muntuyenziwa, up mfwethu up unekhono waphiwa umculo awuphoqi, njengabanye engingeke ngibadalule. Qhuba isiphiwo sakho mfwethu uyephambili

sbongumenzimgabhi
Автор

Mehluko phakath kwalaba Bantu kuth muntu yenziwa dlala bonke oshun Babantu kanti songqongqo udlala ushun wakhe onongwe kamnandi

smiloafrica
Автор

UMfokaKhanyile engathi ngingamubamba ngimshayele ukuthi uganga ngesginci. Makhulu lamadoda ngithi nje up Ngwane up Mashobane👐❤

kusasalakhehlongwa
Автор

Songqongqo uhamba wedwa mthaka ngyakuvuma mina ngila phansi kwaMaphumulo

muzomuhlemakhanya
Автор

Manje akasaziwa yini uMntuyenziwa iSthutha bafe2

nkanyisomlamuli
Автор

uSongqongqo 100% and more❤❤❤❤❤❤❤❤ 🇬🇧🇬🇧
Umnandi lomkenenezo !! Maskand for

Choks
Автор

Unzima kakhulu uMuntuyenziwa akekho sdalo ezingeni loSongqongqo

MZILACREATIVES
Автор

Sthutha senkunz majikeleshoben hhuuuu. hhaaa

sabelobuthelezi
Автор

Lezinkabi zidlala kahle zombili mina kodwa ngihamba noSongqongqo🔥💪✅

Umzeks-Omusha
Автор

Umuntu akazenzi😍😍😍😍😍😍😍😍😍😍 no competition

simangalisokhumalo
Автор

Sesingamane sivote kodwa kusobala umntuyenziwa yintanga yomgqumeni ngesginci

davidzikhali
Автор

Songqongqo umnikazi wo music wonke jikelele

msawenkosimathe
Автор

Lona okugcinwe ngaye ngizothatha elakhe iSayidi, ngenxa yamagalelo akhe.

Nimnike iskhathi esincane ukube nibanike 10Minutes&10Minutes noma nibaxube bashintshane ngo15Seconds ukuze abantu bezolalela wonke umdlali ngokulingana, ngoba abantu bafika ku11Minutes selikhononda iDATA, kusinde thina esingena ngeWiFi.

Ngokwamagalelo bengizothi muqhatheni neJongelihle ngoba bobabili banamava engiwabuka efana yizeke iJongo belingazidlela amahlanga. #Owami_Umbono angixabani namuntu, futhi angikhankaseli muntu, nabanye sebengalithatha elabo isayidi.

idliwalikamangobesenzima
Автор

Dlala songqongqo ndoda intambo yakho imnandi amafesi akho amnandi 🤞💪

christopherxaba
Автор

uMntuyenziwa uyena inkunz lana sikubek ecelen ukuthi nisaphoth uKhuzan injal indaba awuthi hhooohaaaa

canannkwanyana
Автор

Songqorngqo uhamba phambili i clean into yakhe

mduduzingwenya
Автор

I feel Songqongqo's guiter is clean. Bayazikhahlela bobabili, Mntuyenziwa needs to calm down a bit. He is very good though.

bonganimolefe
welcome to shbcf.ru