UNgizwe uzochitha obunye ubusuku estokisini ngenxa yalokhu..

preview_player
Показать описание
Ngicela weseke I-Dawud TV ngokuthi u-Subscribe ngokukhokha imali ongakwazi ukuyi khokha.
Uzokwazi ukuxhuamana nami, nokuthola ulwazi mayelana nezinto ezahlukahlukene ezithinta I-Social Media.
Izindaba uzozithola zivutha amalangabi.
Рекомендации по теме
Комментарии
Автор

Ukhona osebone inyosi enkantolo ...or ezindaben?

dumezwenidominic
Автор

Azikhale macingwane wathi kuzoshuba, nakhu kushubile namanje, isikhuni sibuya nomkhwezeli

bongisiwembatha
Автор

Umacingwane wakholwa lemiphuphe yezinyanga nezangoma asondelene nazo yikho esobishini nje

niphohmichael
Автор

Ohh ngoMacingwane bandla, ngiyathemb uyabona sofela khon empini! Luzoqin ukhakhayi!

ilnuovosolutions
Автор

Kanti Cingwane ungalokothi ulalele labo bhululu bakho bezinyanga nabalandeli zehlise zithobe lapho cabangela umndeni wakho nabantwana abazali bona abasakudinga ungaphiki nabahleli nezithandwa zabo ngaphandle wena okwakho ukezehlisa n musuphumile ushintshe ukwenza kwakho lumina kubukeka kukuncane loku abakwenza Kona abangani bakho okukhulu okuzayo mafra🤞 nasi

zinhlengcobo
Автор

Hai kubi kwa vela ezinye case evidence zikhona inyanga kwenze njani

suffocatenz
Автор

Hay Macingwane wadlala lemiphume yezinyanga yakuthembisa kuthi uzoba ryt ngeke bakwenze lutho..yabona makwenzekile ngenhlanhla yakho waphuma uhambe uye ku 3 SECONDS uyoxolisa uwashe amahhashi akhe ngoba sugqilazekile manje..bhasobha I ORANGE SUIT Cingwane iyasondela

mjakadash
Автор

Orange overoll is hunting Ubhuti Ungizwe

shakesmagobodo
Автор

Ayikhale ilale phakathi mayikhaaaleee 😂😅

dhohlubi
Автор

ziphi izinyosi uphi lompuphe wezanyanga zakhe uDlamini noKhehlelezi ayikho into yalezinyanga donsa ngizwe ngoba awuzwa nawe uyakugqilaza umasekhondi amathathu uhlezi uzibuka ngoKhuzani yisha yisha yisha leliDumbe leli ngiyawubona 10 yrs wakho nje

sizwemashazy
Автор

Akenzanga lutho udamane wathanda ukuya esitokisini ukuze abe inkosi yamabhinca ngaphakathi zikhale kakhulu

androboffpreznev
Автор

Wenzeni uMacingwane ..lelizwe lifile igebengu zangempela ababulali bayachanasa nje but umthetho ufocus ezindabeni ezingahlangene nje nobugebengu

mzamelenisenzo
Автор

Hayi kunzima iqiniso lihle... kushubile xem

thembiprudence
welcome to shbcf.ru