filmov
tv
I Eskom ayisenalo igunya lokungabiki ukusashazwa kwemali

Показать описание
U Ngqongqoshe wezemali uEnoch Godongwana usetshele iphalamende ukuthi usesibukezile isinqumo sokunikeza iEskom igunya lokungadaluli izinga lokusashazwa kwemali emibikweni yayo yezemali. Ukuzwa kabanzi ngaloludaba sixhumana nentatheli ye SABC uLulama Matya ePhalamende. Lulama sikwamukele ezindabeni zehora lokuqala..