Inhliziyo Enecala by Lungisani Mavundla

preview_player
Показать описание

Рекомендации по теме
Комментарии
Автор

Ubuciko nokunotha kolimi Ta Vuvu!! Awugcini lapho wenza isiqiniseko sokuthi uyasikhulisa usinikeza isiqiniseko sokufanele sikwenze ukuze sizichaze ngama doda aqotho kusasa... Akusiyo nje indaba lena kodwa impilo esiyibona phambi kwethu nsuku zonke... Umkhulu kakhulu Vundlas! 🙌

sabeloshezi
Автор

Wow mavundla usthatha usbeke kleyondawo yesgameko ngendlela ophiwe ngayo, Nkulunkul akabusise umsebenz wakho ukhule njalo

mnqobievidence
Автор

Uyakwaz ukubeka umuntu esthombeni Bhut omdala😭❤🙌

thandondlovu
Автор

Mfoka Mavundla Kobe sekwenzekekonke mhla ngathola ithuba lokufunda ngilawulwa uwena mfoka maVundla emvakwalokho NGobe sengikulungele kubizelwa enkonzweni yaphezulu

mosesthulanizuma
Автор

Iphupho lami ukuxhawula esandleni sakho sona esikwazi ukubhala sijulise siphinde sikhulise nowami umqondo

Duma_Mphondi
Автор

2016 wake wafika eDUT for RSA program and you were the last speaker. Bonke abakhuluma phambi kwakho babephetha okummapheshana wokuzikhumbuza nokuqondisa inkumo yabo. Kodwa ngokungajwayekile wena wafika ungaphethe lutho esandleni, kodwa eyakho inkulumo yasihlaba umxhwele sonke. Kusukela lapho ukulandela kwami imibhalo yakho kuze kube imanje🙌

phumlanicira
Автор

Kodwa MaVundla mf2 😢 uyayenza lento yakho, you are talented 👌 🎉

xolanihlatshwayo
Автор

Kazi yini unganikwa ithuba lokubhala isitoli esodlala okhozini uphiwe ndoda ikuwen lento yokubhala kungapheli lapho uphinde uyifunde Kube ngathi umuntu ubuka ITV❤️❤️

mxolisiqini
Автор

Owami loMalume uphiwe kodwa uNkulunkulu awukhulise ngamandla lomsebenzi uthole noxhaso .
Ukhulise nabanye.Thabekhulu.

thembisilebuthelezi
Автор

Umunyu uwubhali nje mfokaMavundla uyafundisa uqinisekise ukuthi iyakha kithina sonke, akube sasisezweni leqiniso hai leli lanamhlanje lemali nezinto ngabe akulona Ukhozi nje kuphela lapho wethula khona umsebenzi wakho.
Ngiyathobeka Mavundla uphile nje mfwethu okwenzayo kanye nokwenzele ingabadi akuchazeki ngoba kujule kakhulu ngalendlela yokuthi namagama angeke abenze ubulungiswa uma ngingawasebenzisa.

ameentherezomkhulu
Автор

Eish ndizifumana sendikhala.. isphiwe somntu zoze sithathwe mntu. Hamba mfo kaMahambana..!

sibongisenipitso
Автор

Mhhh hhayi cha uyangibeka esthomben ngendaba yakho hhayi 🤗 god bless you vundlas

thalentembuyisa-dbmi
Автор

Ayi! Mavundla ayiiii Bhuti uvuthiwe vuuu

ntandodlamini
Автор

Mmm😔 iyezwakala .... uBaba James ukhombise ubudoda impela ngokufela egazin lakhe... upp Babu Mavundla 💪💪

mfundohcolleen
Автор

Buthi muhle umsebenzi wakho nolwandle angiliboni likuvimba kodwa ivedane iphele kusashubile ngisalinde ukuzwa ubuciko nokukhalipha kwakho Buthi

ericnzimakwe
Автор

Bhut omdala cela usiphe part 2 *ngale kwethuna*

ayandamazeka
Автор

Ubuqhawe bokuzehlisa. Awu uyakha uyaphilisa Mwelase 🙌💯

bhekithembasunrise
Автор

Kunemfundiso kulencwadi syabonga Vundlas

BonganiBon
Автор

Ungowakwethu mavundla mf2 kazi iyobonana nin nkabi yam

kwaziekwakhe
Автор

Imina wasemZinto, mpela umhlaba wezingodo nomoba kanjalo sekuqala namankinati. Ngifikile eNquthu ngahlala. Ngatohoza esitolo ka brown Brown 's cash and carry. Wow kumnandi emhlabeni. Ngabuyela ethekwini la kumaduzane nekithi nangiphathakahle shame.kumanje ngise Thekwini.

Hlabo-icbp
welcome to shbcf.ru