Ukwembula/ukulungisa/ukubuyisa ingubo

preview_player
Показать описание
Awukwazi ukubuyisa ingubo eyalahleka. Awukwazi ukulungisa ingubo eyalahleka. Ingubo ayibelulekile ekulapheni komunutu ozalwe wembethe.

You cannot bring back a 'blanket' that was lost. You cannot fix a 'blanket' that was lost. This 'blanket' is not important In healing those who are born with an ancestral spirit.
Рекомендации по теме
Комментарии
Автор

Angiphinde ngisike kwelijikayo Mumbo.ngiyafisa uke uzame ukuthi thina njengabalandeli bakho kube nendlela yokuthi sithole izimpendu ngemibuzo esiyibuzayo.ngoba akuthina sonke esiyophumelela ukufikelela eMlambomunye, ngoba abanye bethu amaThongo ayazikhulumela besekusala ukuba sithole ukusizakala, ngokwezincazelo zamaphupho.wena waseMbo🙌

siphamandlabrainmnyandu
Автор

Ulawazi lwakho lubanzi futhi lujulile Dokotela syabonga kakhulu ngezimfundiso zakho

sbusisokhwela
Автор

Baba umkhize inkinga siyabhala sibuze kodwa awusiphenduli baba mina nje ngiwuzwane ngiyakhala baba ukhabazela

mveliVincentntini
Автор

Siyathokoza Mumbo, nginombuzo kuke kuvele ukuthi ngazalwa ngimbethe sengaze ngenza ngokulayelwa ugobela ngembuzi emhlophe, kodwa okungididayo ukuthi ezinsukwini ngivuke nephupho ngiwela umfula, ngavezelwa inhlwathi ivele ngomhlubulo kulezibuko ebengiwela kulona.yangibamba eqakaleni lesokhohlo, yabuye yangidedela ngaqhubeka nohambo ngaze ngawelela ngaphesheya komfula.uma sengiwelile ngafica ikhehla elimpunga ekhanda elingikhombise imbuzi emhlophe engenabala, efana ncamashi nembuzi eyahlahlwa mzukwane ngembulwa.ikhehla lathi ngoba sengiwelile kulomfula mangigeze ngenyongo yalembuzi, ngithe masengigezile langembathisa isikhumba sayo lembuzi embimbeni maqede ngazibona sengiphandlile ezihlakaleni zombili.Khabazela ngabe kuchazani lokhu?

siphamandlabrainmnyandu
Автор

Khabazela kanti bonke labantu abathi bazalwa bembethe kanti abakhonjiswa yini emaphusheni kanye nempahla yokulungisa ngoba baningi abantu abembulayo abuye athi akwenzekanga ngenxa yokuthi utshelwe ukuthi uzoba isicebi masembulile sekubalimazile abantu ukungayilandelisisi indaba yokuzalwa wembethe ngoba ijulile ifuna isineke ukuze ilungiseke kahle

CynthiaMpanza-yn
Автор

Wangenzela mina Khabazela ngathenga imbuzi kuwe wangisa nasempophomeni ngakhokha kodwa nanamhlanje Baba impilo yam inzima kabi

Ngqumunga
Автор

Thokoza Mumba
Ndicela ukwazi ukuthi makuthiwa unabantu abadala, wazi kanjani ukuthi loluhambo oluphambi obekena nako

Ngizokwazi kanjani ukuthi ngumkhulu or uGogo

Ngizokwazi kanjani ukuthi umsebenzi engizobhekana nawe kukwelapha or okunye nje

Ngibongile

nqabisamvula
Автор

Lobhuti engithandana naye kwafika umuntu kumawakhe esamkhulelwe wathi uzothala ingane yomfana igama layo kuyobauthokozan wathi uma kuzoba uthokozan kanjan ngoba ukhona kwamahlobo wath angayethi elinye angamane ath umthokozi lomuntu ungowasohlangothin lakwamawakhe singenze njan nomsebenzi kuyabheda

zimilelemthethwa
Автор

Ngicela ukubuza, kuyenzeka yini ukuthi amawele elinye lizalwe lembethe elinye lingambathi? Ngasukelwa omunye nje umama wathi ngazalwa ngimbethe kumele ngilungise ngembuzi, manje akaze ngenze lutho.

bonganisibisi
Автор

Siyawadinga kakhulu amaVD akho babumkhize, hayi lawa endodana yakho ngeslungu sakhe cha akaye le ema university not here.

mogalekganya
Автор

Ngibingelele kubaba uMkhize umama wami mina wangitshela kuthi ngazalwa esigubhini njengawe ngabe kusho ukuthi nami ngingahlala ngingenzi lutho nami kodwake impilo kumina inzima kakhulu

nipponippo