ZINSIZWA NANI ZINTOKAZI, NGICELA UKUBUZA?

preview_player
Показать описание
zinsizwa nezintombi
Рекомендации по теме
Комментарии
Автор

Ngibona ngokuhloni abantu nokuzihlonipha yena ngakho konke ukukhuluma nokugqoka

SimphiweCyril-gy
Автор

Anginikezwanga zimpawu ekhaya ngomuntu wesifazane okumele angigane. Kodwa ngoba ngihlela ukuganwa futhi mina sengizibekele nazi izimpawu.
1. Akube itshithi elingakaze lithintwe umuntu wesilisa
2. Akube umuntu omncane kimi ngeminyaka.
3. Kumele kube umuntu onenhlonipho kakhulu.
4. Kumele ngiphenyisise ikhaya abuya kulo nokuthi ukhuliswe ubani kanjani. Izimfundiso zakubo nompilosiko lakubo kuyefana yini nokwakithi.
5. Abakithi abadala kumele banginike izimpawu ezithize ezikhombosa ukuthi uyena uqobo okumele ngimthathe.

nkosingiphilengcobo
Автор

😂😂 Mhh ei Hlongwane awulula lombuzo, udinga ukucatshangisiswa.yazi isalkazi esingzalakho sasithi mhla saganwa asifune msindo ngoba nathi askaze simbone ebangela ikhehla lakhe umsindo.angazi noma wayeqonde Kona yini ukuthi singalandi abantu abazohluleka ukvala umlomo wabo yini..ukucabangela Mnewethu angisho ukuthi ngiphendula ngqo....

sybongawiseman
visit shbcf.ru