Shembe izihlabelelo: Mshu Ndwandwe ft Khetha Mbokazi - Ngowela ngijabhile

preview_player
Показать описание

Рекомендации по теме
Комментарии
Автор

Yabona makukhulunywa ngomshumayeli Ndwandwe ayi suka!! yacula ngeke 💞💕❤️💓🙏♥️

triplem-og
Автор

Ngake ngamuzwa ehlabele uMTHANDAZO WOKUVUKA YIQHAWE LELI

mpindakunene
Автор

Hye ety mshumayeli uNdwandwe aty akayekwe aty inkinga uyahlabelela bo inchwenga hey bo noma eyvale kabi🙏

zintomkhize
Автор

❤❤❤aw kodw shemb smakade 😢😢ukuhlabelela kwakh kungen phakath enhlizwen

BongekileSimphiwe
Автор

Shembe 🙏 uze usigcinele abaphathi bethu Nkosi yamakhosi 🙏🙌🏾🔥

ZikodekaPhikela
Автор

MaNazaretha siyiphathe kahle lento yaseK'phakameni akusiyo eyethu, inomnikazi wayo, uJehova owadala iZulu nomhlaba. NgeyaseZulwini. UMshumayeli lo wangenza ngakhumbula eZulwini lapho ngingazi khona.

mphathishangase
Автор

Kodwa bakit ngingat noba sengithule zisho kanj ezonyazi insizwa ngavula kancane amehlo ngibone kahle ukuthi cha mnj ngihamba ngempela ngiya kumdali wam u Nyazi lwase Zulwini

phindubuhlembele
Автор

Sibuka phesheya kwezilwandle washo umuntu kankulunkulu awu nkosi

tandybrockett
Автор

wang khumbuza u baba ong zalayo MTHALANE

nompumelelomthalane
Автор

Isambulo/Revelation 2:17, amagama ashiwo uJesu Krestu, the song is about that verse

sikelelambatha
Автор

weeh Shembe eyi yahlabelela Mshumayel wenkosi ngivesnae ngikhale ke mina yooooh

ZandileKhwela
Автор

Kukhona lento eyenzakalayo mayehlabelela 😢😢😢shembe uze ungasilahli

okuhleokuhle
Автор

Kodwa Mshimayeli we nkosi ungake usho phezu kweliba lami inkosi ikukhulise mshumayeli wo Nyazi bese kuthiwa singakhethelwa u Nkulunkulu singabuye siyizwephi nj lengcenga Nyazi lwe Zulu uphelele uwu Thixo

phindubuhlembele
Автор

Amen 😭🤍🙏🏾🧎🏾‍♀️netshe legama ngolifumana khona

nobuhlemhlongo
Автор

Ingqwele kaThixo wethu uNyazilwezulu 🔥🔥🔥🔥🔥

enockmaqhingazuma
Автор

Ngeke uzithinte ezoNyazi ziphekiwe mshumayeli we nkosi 🙏

gladicescele
Автор

Uyangibusisa ubabu mshumayeli siyabonga ngokusivuselela👏

nomvuladlalisa
Автор

Ngalomshumayeli nje ai ngyawavuma amaNazareta ngiyathoba

NlosingiphileThulisile
Автор

Kunento evukayo kimi mangilalele umshumayeli ehlabelela lesihlabelelo

Mbally-utgy
Автор

Ukuhlabelela okunamandla nokupheleleyo

mpindakunene
visit shbcf.ru