JUMBO FT KHUZANI NOMUNGAVALA promo video

preview_player
Показать описание
JUMBO FT KHUZANI NOMUNGAVALA promo video
Рекомендации по теме
Комментарии
Автор

Nishayile maqhawe, mfoka Mpongose iyo le voice eyabgenza ngaba umlandeli wakho ngingajabula uma kwi album ozoyikhipha kunga nezingoma ezikhuphuka ngalo shuni💙💙💙💯

msawenkosimemela
Автор

Umlilo lo like this comment ngizobuya ngizoyilalela

SakhileMazibuko-ypry
Автор

Yhoo hay Jumbo ❤ your voice njee yodwa bhut'wam 🙏.
Bangavala bona kodwa uNkulunkulu akahlulwa lutho🙏🙏.

veliswaketshese
Автор

🔥 imnandi lengoma ngiyakuzwa kodwa khuzani Kuma backings

BongelaniKhanyile-wnhz
Автор

Khuphuka Jumbo mkhaya wami ubashaye laba ooh ntaba kayikhonjwa up nmz up, khuphuka lapho khuba inkosi kamaskandi qeh

Gabrielovic
Автор

Hhay hhay hhay suka.Wangkhumbuza uSfiso Ncwane.Imandla kakhulu

reggiekuzwayo
Автор

Nayle voice edla abantu.
Khuba

NYC song.
Approved at north west

Mzukulu_kaHulumeni
Автор

Ei Khuba mfanakithi, ngakuzonda ngaze ngayeka. Ingoma yakho inkulu kakhulu

SboneloKhumalo-fisf
Автор

Khuba no Jumbo niyangibusisa kakhulu cha kulengoma nishayile Khuzani ngizwa ngale voice mina buya Khuba 💙 wethu buya 💙

SabeloNgcobo-tz
Автор

Sigxoba ngayo unyaka lena sizobaphinda ngayo sibathunuke amanxeba❤

thandiswandlovu
Автор

NMZ approves 🔥 kodwa Mjumbana, kodwa mfoka Mpungose ....Noma bangathi kugijinyiwe lana, umona phansi

footballresultsworldwide
Автор

shiiidi ay ay yaze yamnandi ngoma bafwethu

SamkeloGumede-sz
Автор

Le combo ingikhumbuza lena eyayinokudedelwa wuSfiso Ncwane neNdidane ❤❤🎉 noma ungavala namuhla sathane kusasa uJesu uzofika ekuseni.

kusasalakhehlongwa
Автор

💙💙💙💙💙owh sukani madoda kwatsha pha❤🔥 🔥 👌

AVUYILENgcelu
Автор

Yiyooo yiyooo Ngeke uphumelele noma ungavala khohlwani bakwethu💯🤞

zanelemkhize
Автор

Maskandi meets gospel kwaze kwamnandi ukuba ibhincan🎉🎉🎉🎉

Shanganelihle_zn
Автор

Best collaboration with powwrful message, we r declaring here, ALL DOORS CLOSSED BY DA ENEMY ARE BEING OPENED🙏🙏🙏

makakhahshange
Автор

Mmmm yaze yayinhle imvunulo ngiyinazaretha laseBuhleni angibhincile kumele ngibe nayo 👏👏👏👏👏👏uswidi wodwa wengoma💙💙💙💙💙

nkokheloNdlovu
Автор

Ay nishayile🔥🔥🔥🔥 yaze yamnandi ingoma🎉🎉🎉🎉🎉🎉🎉

nosiphiwoignatia
Автор

Lengoma Imnandi Impela Mungazalwa Umthakathi 🔥🔥🔥🔥🔥😩🙌🔥🤞

MxolisiDlamini-zkgo