Ukuphupha umthakathi | @pastorweningi

preview_player
Показать описание
Ukuphupha umthakathi

Join this channel to get access to perks:

Please Like, Share and Subscribe for more Visuals.

Thanks; be blessed.
Рекомендации по теме
Комментарии
Автор

Amen, uma uphupha abathakashana(abantwana) befuna ukukuloya bekudonsa ngamandla bese uyaphaphama.Amehlo abo ngathi enyoka.

MumsiMokgatsane
Автор

Sawubona pastor kuyini ukuphupha umuntu ekufulathele

ZamadinangweDlomo-jsmp
Автор

Amen pastor weningi bengisacela ungicazele lephupho ngiphuphe umkhulu wami usaphila engipha imali sengiphuphe kabili okokuqal wangipha 10rd okwesibili wangipha 200r wathi angiyothenga ingubo nezicathulo ngiyabonga usazongiphendula🙌🏿

thembekanuh
Автор

Ngyabonga paster yaz amaphuph akho ayiphil amen

PhumzileGumede-lvwz
Автор

Amen Pastor, ngicale ngibonge ngezincazelo osivezela zona, Inkosi yandisa amandla kuwe
Bengicela ukubuza ukuthi uma uphupha ubona osondelene naye(nomzali wakhe) behamba nalaba abamfishane ebese kuba khona obuzayo kuthi lezinto zibuyaphi, aphendulwe ngokuthi ungabuzi loko, ngokulwa.
Ngabe locgazani Pastor, ngiyabonga

nellylinah
Автор

kungabe kusho ukuthini ukuphupha... uMthakathi....ehleli.. kini ekhishini..ebusuku...kuthi uma niyobheka khona.. azame ukucasha...
kuvele kubhede kuvele kubhede ngokuthi avele amehlo Ami nawakhe ahlangane khona lapho...ngibakhombise engihamba nabo...
avele kwanaye ayeke ukucasha.. aziveze.. obala ahleke athi kithi"bengithi angeke ningifice ...Lana bengizosheshisa.. nghambe ngiye endlikini . ngibuye sengibuya ngapha phezulu....kwasa..ngakusasa ngimbona engena imizo yabantu.. and kulokho akazifihlile..
manje kuleso simo mina Ng i busy ngithumela izinto ezingabàsiza kuleyo mizi ukuze umuthi ufike ungenzi umonakalo egcekeni kungabe kusho ukuthini 🥺....ngiworried...

sphesihledlamini-nmch
Автор

Amen pastor ubizwa ngokuthi uyathakatha

BonisileMkhungo
Автор

Sawubona pastor kuchazani ukuphupha ubhuti wakho ekuthumela ngenkabi ukuthi izokubulala but ma ifika silwe ngiyibulale ngiyokhala kuye ngifuna answer ukb why efuna kungibulala

andilemseleni