Ukuhlaziyelwa Iphupho | Impunga Yesintu TV

preview_player
Показать описание
Musa ukukha phezulu uma ufisa ukuhlaziyelwa iphupho ngendlela ekuyiyo
Рекомендации по теме
Комментарии
Автор

Ngathi ngingalokhu ngikulalelile mpunga yesintu amavedio akho ayakhana syabonga🙏

lulamamlambo
Автор

Sawubona ngiphuphe ndodakazi owashona ethi unethwe kakhulu kodwa egwoke kahle evela emsebenzini wathi futhi uyaphindela uma esebuya kudadewabo athi yena usedlule kuma wamphakela ukudla

DuduzilePhakathi-br
Автор

Mpungayesintu
Awuhlaziye la...
Ngike ngaphupha ngiphuza utshwala obudala bugaywe ekhaya, kwadlula amaviki ngaphupha siphuza utshwala ekhaya besiZulu kungathi kunoMsebeñzi omncane ozodluliswa

thokozanipatric
Автор

Aw mpunga cha ugadla kahle uyasikhanyisela thina esidukuza ebumnyameni.

anelememela
Автор

Ngiyabingelela kwi mpunga, ngicela ungihlaziyele iphupho lengane yami ina 9 ivuke nephupho la iphuphe inyoka imusungele emqaleni manje nami ngididekile😭

nosiphondlovu
Автор

Sawubona mpunga ngicela ukwazi uma uphupha umntwana elahleka uhamba naye ugibele ibhasi.

nonhlanhlasthembiso
Автор

Awu Mpunga wamilwa induna esihlathi ngabe uzomisa iduku yini qhawe😁😊🤣

siphamandlabrainmnyandu
Автор

Sawbona Mpunga yesintu ngicela ukubuza mkhulu ukuthi ngiphuphe ngise ndlini la nginikwa imali yamaphepha ama R100 awu 4 ngathi bengijabulile ngoba bengiyidinga ngicela ungisize la

sisiphonkomba
Автор

Sawubona baba bengicela ungihlaziyele iphupho lami.ngiphuphe sengathi bekumcimbi sekudliwa Kodwa bengakhona ekhaya ngoba besifike ngamabhasi siqhamuka endaweni ezahlukene eceleni komgqwaqo bekukhona isiphethu sisihle ngancoma ngitshela udade kwakhona ophimisa amathe kuso ngathi mina uqala nkinga sabhidlika isphethu sagcwala umgwaqo kwaphuma inyoka enkulu sabaleka kwangathi ifuna ukubamba umama wabaleka ngamemeza udadewethu wawela weza Kim leyonyoka yabamba omunye ubhuti owayezidlele amanzi amponjwana yangena naye kulesiphethu.

preciousgumedenondumiso
Автор

Ngaphupha ingane encane ulele ifake pampers ingawhokile ilelephans ngith kudadewethi owayegone ingan yakhe ngith akayiqhokis ngan lengan elele phans ngob yagodola ngabon othil owesfazan eyithatha ubusobakh angibubonanga .ethongeni ngizolinda impendulo

BhekoFuneka
Автор

Nduna yezinsizwa bayede, ewu mina ngihlushwa nje iphupho elihamba libuye libuye.ngike ngiphuphe ngisesi koleni kodwa kudala ngaqeda esikoleni.

mthokozisigoodman
Автор

Bab mbanjwa Wayibeka yacaca bha njengomva webhokhwe. Ngicela ukubuza ukuthi kwenziwa yini ngingakaze ngiphuphe uMama Wam ongizalayo selokhu ashona Ngo 2003 Futhi akafiki nje Nhlobo. Siza nduna.

dumisanindlakazi
Автор

ngicela ungihlaziyele nali iphupho mkhulu umalume wami uthi uphuphe ngizohlangana emgagqeni ngafike ngamcosha ngemoto ngase ngayijaha kakhulu lemoto ngibuyela emsebenzini mangifika khona ngamutshengisa indlu Yami yonke lendlela besiyigamba bengigone ingane .manje angazi ukuthi leliphupho lishoni

nondumisodlangisa
Автор

Amaphupho owachaze encwadini ethi amava ahlabahlosile ayisiminya

mbhekenimathebula
Автор

Ngiyabingelela, ngicela ukubuza, mina ngike ngaphupha inyoka eyinhlwathi enkulu e brown namabala amakhulu amnyama, ephusheni bengiqhamuka ngizongeka esangwei bese ngithi uma ngizolivula ngiyibone ihleli ngenhla kwendlu yami engilala kuyo bese ithi ingangibona bese yehla ngokusheshe kodwa ingezi kimi iphelele phakathi kwebala futhi uma nje sengizofika esangweni bese bese ngiyibona seyingenhla kwendlu kamama sami nakhona futhi ithi ingangibona yenze okufanayo...

nzuzomthembu
Автор

Hhay Mpunga ngiyayithanda lendaba, nginawo umbhalo engiwubhalile ngalesihloko, ngingathanda ukukuthumela ku email

ikkeixarra
Автор

Alo Mpunga yesintu. Ngicela usizo if u might know the direction. Ngicela kwazi ukuthi mhlampe kwenziwa yini ukuthi uphuphe and a very important information but once’s waphaphama awu sazi nix yet u know that u dreamt ? I have tried Zonke zinto but lutho .. thank u in advance

victordaki
Автор

Aw kanti impunga iyakwazi ukuhlaziya ?

mfundodoctor
Автор

Mina Mpunga yesintu, ngakuchazela ngethemba lokuthi uzobuya mnewethu... :(

nsilayenja
Автор

Ngicele ukubuza uma kuhlala impukane eluhlaza ekudleni kwakho kusho ukuthini

margaretram
welcome to shbcf.ru