Umunyu Kushona Omunye Umsakazi Wokhozi FM

preview_player
Показать описание
Ngicela weseke I-Dawud TV ngokuthi u-Subscribe ngokukhokha imali ongakwazi ukuyi khokha.

Uzokwazi ukuxhuamana nami, nokuthola ulwazi mayelana nezinto ezahlukahlukene ezithinta I-Social Media.

Izindaba uzozithola zivutha amalangabi.

Video editor: Phakeme Mnguni
Рекомендации по теме
Комментарии
Автор

Kwaze kwabuhlungu alale ngokuthula nokukhanya kwaphakade kumkhanyele umndeni ududuzeke

heartykgadi
Автор

Hawu😦 kwaze kwabuhlungu ngeqhawe uMavuso ale ngoxolo sobonana ekuseni.🙏

nkosinojiyeza
Автор

Hambe kahle mkhaya wami kwaze kwaba buhlungu👏

duduzilendlangamandla
Автор

May his soul rest in peace, silahlekelwe singabalaleli boKhozi

zandilesebatlelo
Автор

Zolala iziinsizw kosala izibongo Phumula Domga lwaMavuso RIP

nobuhleandile
Автор

Isitsha esiphe asidleli 😭😭kanti soneni kangaka emhlabeni

maureenzondo
Автор

Awu kubuhlungu ngempela ubekuthanda futhi ekuphakamisa ukuba um Afrika. Ingabe kufa ababulali nabadlwenguli nalaba holi amamosha izwe kuhamba abantu abalusizo. Alale ngokuphumula usebenzile.

zmakhumalo
Автор

Kwaze kwazwela phumula ngokuthula Qhawe sidle amaningi esakeni💔

SkhonzahExpress
Автор

Mhlaba kawunoni kadeuwathatha amaqhawe🤗

noziphomngoma
Автор

Yoo Mavuso madoda, what a talent, rest in peace

thembiclementine
Автор

awe ndonga lukamavuso zohamba insizwa kosala izibongo💔lala uphumule ndodana

constancedumisa
Автор

Ulalekahle qhawe, umoya wakho uthole indawo oyifanele, sizohlala sikukhumbula donga 💔

ntombimanzini
Автор

Ezibuhlungu azipheli kwakubi lokhu engikuzwayo, phumula ngokuthula mnewethu

bongumusablessing
Автор

Umoya wakho uphumule ngokuthula Qhawe 💔

mfanafuthimthembu
Автор

Wabuhlungu umoya wami, EY ubewenzisisa umsebenzi wakhe, RIP MAVUSO😭😭

busizweephraimmagalela
Автор

Lala uphumule mavuso sohlala sikukhumbula ngemisebenzi yakho emihle

thembisilesarahnjilo
Автор

Kubuhlungu kakhulu silahlekelwe siyisizwe. Engathi umoya wakhe ungalala ngokuthula

mbongiseninkosi
Автор

Lala ngokuthulq Ndongalamavuso uyibekile induku ebandla sokukhumbula usebenzile hamba uyophumula

patmabaso
Автор

May your soul rest in peace Donga laMavuso selahlekelwe Nkosi yami

nomusampofu
Автор

Bengthanda uma esethi intatheli emkantshubomvu

musashandu
welcome to shbcf.ru