Umsebenzi wokubonga

preview_player
Показать описание
Thokoza

Kukhona ukudideka okukhulu mayelana nomsebenzi wokubonga. Kukabili, kunokwenzeka ukuthi singawenzi nhlobo noma uma siwenza sewenze ngendlela okungeyiyo. Empeleni esihluleka ukukuqonda, amandla okubonga labo abasuke besinike amandla okwenza esingakwenza- lokhu akufaki amadlozi ethu. Kungakho kubalulekile emndenini waka Mkhize ukubungaza uKhozi FM ngabalaleli balo abayizigidi eziyi sishiyagalombili. Lalela ukuthi uthini uDokotela uMkhize mayelana naloludaba.
Рекомендации по теме
Комментарии
Автор

Ngithole iifundiso ebalulekile kwesi
Sicatshulwa❤

MankepeMthwa
Автор

Uma sidla empandeni yabantu abanobuhlakani, kanti futhi bahlakaniphile kuyisibusiso. Ngiyaphila ngawe Baba wami, sengaba yiloku abakubiza nge super human. Engikuthintayo kuvele kukhanye ngenhlambuluko nokuba neqiniso. Mlomo ongathethi manga, sengathi umvelinqangi nezidalwa zezwe ezihlambulukile zingakugcina, zikbusise Baba. Siyakuthanda futhi sikukhonze sonke eMaMbatheni. Makwande Baba, Dr VVO Mkhize.

simisomsibi
Автор

This is the best channel on my youtube so far. Thank you Mkhulu for Knowledge

sphehlabangane
Автор

Eyi waybeka mfokaKhabazela salute kuleyondawo 👏👏

sbusisokhwela
Автор

Siyabonga gcwabe ngunezi Wena Khalamasi esiswini🙏

thokozanimazibuko
Автор

Siyabonga imfundziso lenhle babe Mkhize

Titselo
Автор

Siyabonga mkhulu, ngingu mlanjwane mkhulu ngiyingane yomfana ngifuna ukubonga ethongweni laka malume kufanele ngisebendzise ubulili obunjani kwimbuzi

ndumisomkhatshwa
Автор

Mkhulu sawubona. I love your work and how you clarify things. Umsebenzi wakho muhle kakhulu

jakesmakena
Автор

Thank you baba for sharing... much appreciated👌🏿
Ukubonga ngokweqiniso ngubaluleke kakhulu...

phelarephelemusicacademy
Автор

Siyabonga Mkhulu Amazwi amnandi ngiqala nokukuzwa, Bayede Ebukhosini 🙌🌈 Khabazela! Khize🙂

makhosithingo
Автор

Khabazela! Siyabonga ngeziluleko zakho eziphusile. Siyakheka ngesintu sakho. INkosi ikubusise.

solomondhlamini
Автор

Ukubonga endaweni eyiyo.... Siyabonga Khabazela 🙌🏾

siphe
Автор

Syabonga la mazwi siwadinga kakhulu siyisizwe esinsundu 🙌ngoba konakele Siphila I mpilo yokuzikhohlisa umona, inzondo amanga kusibulele Siphila 👏

buyanimthethwa
Автор

Amen baba, babasinenkinga layikhaya yomntwana kasisi wami ngathi iyathwasa manje lento yakhe asiyazi iyasidida besicela usipha inumber yakho khona soxoxa nawe besinesifiso sokukubona ngoyabonga baba

velilesihlazi
Автор

Lapho Kusha inyama kwi Background sbali😂. You are the Van Gough of our time they'll listen to you mhla usushiya emhlabeni🤞

God_is_an_Atheist
Автор

Siyabonga Mkhulu "Khabazela"🙏🏾🙌🏾

Syamthembu
Автор

Baba Khabazela ijulile indaba okhuluma ngayo kodwa siyabonga makusekhona nina enizosicathulisa nje kancane kancane

mdgumede
Автор

Watsho kwavakala mnt'omdala. Siyabonga 🕯️

khwezimabija
Автор

Thokozani khehla ngicela ubuso bami Buyalunywa ngathi kunezinto ezingihambayo ebusweni buluma kabuhlungu ngicela ukubuza nginga sebenzisa ini mkhulu

LandiweSylviaNgwenya
Автор

Siyabonga mkhulu ngezeluleko zakho nkulunkulu akugcine

nompumelelomtshali