[Buka ] Uphikise Umfundisi Ngezifungo Emshadweni Wakhe 🔥🔥😂🤣🤣 | South African Youtuber

preview_player
Показать описание
Many people are still shocked by unsually marriage where bridegroom [ Umkhwenyana] opposed pastor through their vows of their marriage .
Thank you for checking out my channel and video. I hope you enjoy! If you do, please give this a thumbs up and let me know that you'd like to see more. Comment any videos you'd like to see me do as well as subscribe.

THANKS FOR SUPPORTING PLEASE SUBSCRIBE ,LIKE AND SHARE

Song Zeep Sa
Рекомендации по теме
Комментарии
Автор

ukube bonke abantu nxa befunga bakhuluma inqiniso kanjen ngabe inshadi ayiphei njengoba sigula nje🤣🤣🤣🤣

hlengiwemazibuko
Автор

I think umkhwenyana uryt angathethi izinto angazukwazi uzenza, it is the best wedding ever I ❤️ it

masimphiwemasinga
Автор

ukuba bengumfundisi bengizishiya phansi mina . Naye umkhwenyana ungathi ebengekhobyedwa nje kuyihlazo naye nomuntu wesifane angayivuma kanjani into enjena kodwa ngenxa yothando nje .ayikho lento yabo .Mmmmm kunzima Bandla

mbongisenidladla
Автор

🤣🤣🤣🤣🤣amambawu awadlali, ububeke ekhanda umfokaNtashingane

thommasilo
Автор

🤣😂🤣😂 lomjita ngimazi engaphuzi ngisebenza naye ezibhedela vele noma uyabufihla ngoba sasihlukene ngemikhakha

nhlanhlangcobo
Автор

Weldone indoda elimelayo iqiniso le, but for kuth kubukek bekmel abe ngumunt ozibhalele izifungo

ballardbanele
Автор

Np bokufanele umfundisi athi akasho yena umkhwenyani okusuka kuye

sthembilexolo
Автор

ubeshadelani , mina makoti bengixoshiya phansi wenza ngabomu ungashada nesolima 😮

thembiclementine
Автор

Ngingu makoti bengizoqhubeka ngezifungo ngoba lomakoti uyalwazi uhlanya lwakhe angicabangi kuthi kusha kuye lokhu

thulisilemabuza
Автор

Akakhuphi ntoni tu uyadelela yhuu koti kwashushu cc ungeka beki neembiza🙊🙊🙊

yvonnefundiswa
Автор

Ntwana yam usuyayshaya lento...keep it up!

JoziTube
Автор

CHA AKUNANKINGALANA uMFU UKHULUMA AMAQINISO AKAHLAMBALAZIMUNTU
HE'S FUL OF JOKES HE IS A NICEGUY.

vusindlovu
Автор

Ayi akukho okubi akashilo ubafo. Akanalaka umele iqiniso. Uhlale naye kukubi kusho umfundisi. Wabuza ufabo Uma yena engishiya ngimlandele ngiyohlala naye. Iphi impendulo?

jokizwane
Автор

Akume mfundisi? Ngabe uyekile, umshado awukho. Inhlazo nje...

sqrd
Автор

Mina nje ngumakoti bengekesafunga kwakufunga bezashiya phansi

snehsneh
Автор

Bengizovele ngicele ukuya etoilet vele ngsabuyi

nothandonyoni
Автор

Ungathi uphuzile lo baba waze waziphoxa lomuntu 😢😢😢

nomsangubane
Автор

Akamthand locc lomjida uphezkomqondo nalocc mawbhekile kahle uyamsaba

sbusisotomose
Автор

Ngoba bayathandana bobabili futhi ulenzile iqiniso wamshada naye Umama ulenzile iqiniso wangasilahli Isidakwa sakhe noma uhlanya lwakhe kube kuhle lokho Kumele kulungiswe nje ukuziphatha kodwa alikho iphutha u RYT bayazana indanazomndeni azingenwa

somkhandainyosi
Автор

Abaziyo bathi umshado namhlanje ksasa idivosi kdelowaziyo kusahlaliswene yini namanje

mkhabolengayondodemyama