Kushone izingane zesikole engozini ebandakanya itekisi

preview_player
Показать описание
Kushone abantu abayishumi emgwaqeni uGolden Highway ngase-Eldorado Park namhlanje. Phakathi kwalabo abaphangalele kukhona izingane zesikole ezintathhu ezifunda esikoleni iRobertsham Primary. Kulengozi kushayisane itekisi kanye nemoto encane. Bekungakacaci ukuthi ngempela kube yini imbangela yalengozi. Umnyango wezemfundo esifundazweni uthi udumele kakhulu ngalesigameko kanti obambe njengowengamele ezemfundo esifundazweni kulindeleke ukuthi avakashele indawo yesigameko namhlanje.

Рекомендации по теме
welcome to shbcf.ru