uSongqongqo - Isiphiwo sami

preview_player
Показать описание
Isiphiwo sami is track 3 from Songqongqo"s first album tittle Wendlu Emnyama. uSongqongqo is the well known guitarist from Collenso. He worked with the likes of Cevuzile, Ngelo v, Isinamuva lethu and many more.
Рекомендации по теме
Комментарии
Автор

Mtungwa wena odla umuntu ube umyenga ngendaba, ngithi khula ube ngangezintaba ngikuthanda kakhulu ngikufisela impumelelo Bheje ese Ngome

zithulelekhumalo
Автор

2020❤ngangigudla ngalengoma🎸🎵🙏2025 I'm still here

mzwakhemediagroup
Автор

Awuuu weMbulazi phela lengoma iyangicima vele, , ume njalo Mtungwa

zithulelekhumalo
Автор

Ikhona lento kwaKhumalo eColenso.Ngikhumbula uPhuzushiye Khumalo wakhona eColenso ngeminyaka yama90s.Yayikhona leyansizwa ngengoma, hhayi kancane

nzombanesure
Автор

Kude ecolenso phansi eskebheni!!!!, khuphuka khumalo

mdulwazi
Автор

Yaz mkhaya wam koda ngithanda umoya wakho nje kakhulu

NgwanekaLanga
Автор

Sengifisa nje into eyodwa ukuthi kengik'bone Mashobane, uJehova aze akubusisele konke okwenzayo, , ngizwa nama comments abantu bangakini bathi unomoya omuhle, cha kusho khona impela ngoba mina ngikubone nje kuma videos akho ngakuthanda nomoya wakho, , ayikho ke Mbulazi enye into eyokukhuphula emculweni inhlonipho, keep it up mi brother.

zithulelekhumalo
Автор

Yamnand'ingoma yakho songqongqo..khuphuka nkunzi

justicemdluli
Автор

Ubozitsala ziqhawke iingcingo ntsizwa yakuthi

Anyway nice song, ,keep it up baba

siziletangane
Автор

Yamnandi ingoma. Sikufisela inhlanhla nempumelelo ndoda.

mbuyisenimakhanya
Автор

hawu sukanin madoda fika mfowethu la ufisa ukuya khona

nhlanhlafelicia
Автор

wemfoka khumalo wenzani kdw ukhwehlelisa amakhehla efise ukbuyela ebusheni
ubaphethe ngaloshuni? ulapho nje ugawuyeki nkabyami

mazwenikhanyile
Автор

Wesongqongqo ngiyawuthanda loyoShuni wakho ngingayithokozela I-cell phone number yakho please

ngujejeskhebeleshemdletshe