Ithwasa Lenkansela - Ihlokohloko (Official Music Video)

preview_player
Показать описание

Рекомендации по теме
Комментарии
Автор

Ngyakuvuma Thwasalekhansela ababaningi abanalelikhono onalo uphiwe emlonyeni, penini,nasonyaweni ngithi phambili ngomlayezo osinika uyaselapha uyasivuselela phambilli ngomculo wakho ujabulisa abancane nabadala

PhiweKhanyile-emxn
Автор

Kwelakithi kuzalwe iQhawe Nhlazuka Richmond Mid illovo

lamlanichonco
Автор

Chaaa qhawe ngelinye ilanga kumele uke ubongwe chaaaa ulimisile I Gama le Khansela emculweni❤❤🔥🔥🔥🔥🥺🥺🤞🏾🙏🏽

samkelojobe
Автор

😢no guys ngicela ningipha inumber yalobhuti weeee jeso nayindoda ifuna kuthiwe angiphethe kahle❤❤❤🙌🙌

mabongmasondo
Автор

Ai kodwa loshuni into ongeke uyenze lutho, khuphuka thwasa 👍🙌🤝

ndumisothembinkosi
Автор

Uyinkunzi kodwa Thwasa le Khansela ngiyakuvuma mina ngake ngadlal i cd yakho yangonyak odlule ngisuke Bloemfontein ngaze ngayongen e Cape town ngibona ngath usazoqhubeka lapho futhy.

percysibisi
Автор

Yazi mfowethu uyangibusisa ngengoma zakho ngkuthulela isigqoko awuqubeka njalo ngomlayeza osipha wona sonke sikhathi

bernadmatshona
Автор

Thwasa uyinkunzi yomculo ayi le yokulwa nabanye abantu akeze udali niyohlala ngase matjeni nijole niberyt.❤❤❤😂

ThabangKhabanyane-ttrp
Автор

Lengoma kodwa😢 thwasa le Khansela ngikhumbuza ubaba❤

NgcweleMthunzi-pxlc
Автор

Kungaba imalini ukuthi ungiculele ubusuku nemini 😂😂😂uyangibusisa bhuti wami

MandisaMtolo-ywuv
Автор

Kranskop koNtunjambili kwaNgcolosi isgodi ngangtheza ngeKhansela 🎉manje ngibusiswa uwe Thwasa lam❤

vamibongsvamibongs
Автор

Uyathandwa kakhulu eMzimkhulu❤🎉woza themba lam❤

nomvuyoradebe-jm
Автор

Am at eSwatini i really like all your songs

jabulanemakhubu
Автор

Waze wamnandi umculo we thwasa lekhansela kodwa ngeke uwuzwe udlala eziteshini zomsakazo kodwa yini

handsomengubane
Автор

mtaka mamee khuphukaaa Thwasa❤💛❤️💛❤️💛🙌🙌🙌🙌🙌🙌🙌🙌

noblemansiziba
Автор

Ashilllla mtaka mame khuphuka lapho qhawe lethu❤🎉

HlengiweMbewe
Автор

🧡❤️🧡❤️🔥thayela kunomoya eyani nodali le

NkosinathiDoctorKhawula-pi
Автор

Im a multple watch this video even my daughter she like it big up Thayela nomoya

nathingcobo
Автор

Hayi thwasa uyangidlalela Shem khuphuka ntsizwa enkulu yeKhansela yoo😂😂❤ ngiyajabula nje😅

BeautyDuma-pb
Автор

Kwathula kwathu lapho ungangenzi isilima 🔥

nokuthulahadebe
join shbcf.ru