Ayanda Msweli Foundation | Ingozi Enyantis’Igazi eNquthu Part Two

preview_player
Показать описание

Рекомендации по теме
Комментарии
Автор

Sekufike isikhathi sokuthi uAnc no Ifp bephume baphele eNquthu bahlulekile akekho oncono, baba umSweli basazophela abantu yilemgodi usuka eNquthu uye blood river uphinde usuke eNquthu uye Babana ngo usuke eNtinini uye eVryheid angazi ngingathi yini lowomgwaqo, ngicela mawthola ithuba uyibone isondelene.

mphumzenimphumzeni
Автор

Yo ngaz ngabhlung emoyen kwaz kwanzim ngendaw yangakith let😏

masizmtshli
Автор

mina kaaade nģasho ngathi yabona ukube izwe aliphathwanga abelungu kuqala ngisho o free way laba esibabonayo ngabe abekho ngisho ama bridge ngabe awekho yi ANC, yonke lento ekhona engaka boli yakhandwa abelungu, ANC yaz ukunika abantu izizumbulu zezigidi zemali ukuth belungise maqede ingalandeleli lezo zizumbulu sichonyelwe ngazo

sibongiseniluca
Автор

Siyafa amapotholes Groutville ngase highschool akusiwona sekuyiziwa wambiwa washiywa kunjalo.

ubukaonline
Автор

lapha enquthu kunzima kakhulu yonke imizila engena edolobheni inamaPotholes

selulekolethumtshali
Автор

Omunye umbuzo uthi sithini iSpeed salowo mgwaqo? Ngoba ngokubona kwami nje that is a Residential Road a driver must drive 60KM. I'm not saying Potholes are not at fault but Speed here hayikhona iphele kanje imoto kuze kufe nabantu.

khanyisomasango
Автор

Msweli khiphani ukhongolose embusweni nizobona umehluko

fredrick