Ukuphupha imfene kubika lokhu

preview_player
Показать описание

Рекомендации по теме
Комментарии
Автор

Good morning cc ngiphuphe inkawu isendli igxuma embhedeni wami kushukthini Thanks

SimphiweMoeti-ujet
Автор

Sawubona gogo!, Mina ngicela ukubuza ngabe kusho ukuthini ukuphupha izimfene ziwumhlambi ekhaya elithize?

sboneloshongwe
Автор

Ndiphupha imfene igibele phezu kwam nengane but ibingenzi lutho izihlalelenje isi coverile

NosiphiwoMankayi
Автор

Uma imfene ibonakalile engcekeni yabaleka😢

zanelensibande
Автор

Mnandandilele kamnandi ndisebuthongweni ebusuku ndabona sendithuswa yimfene ndenzisa ndicinga izoyeka lentoyayo yokundithusa ndabona ngento seyingena kabuhlungu apha kum esifubeni ingathindiyafa lomini lbelento iyenzekile ichaza ukuthini sisi wam?

CassiusBaleng
Автор

mina ngiphuphe imfene ilwa nezinja egcekeni ekhaya yayinqoba leyoyimpi isiysusile lezozinja yase isondela kimi yathi "isisusile izitha zami endleleni ngingabe ngisatatazela ngempilo yami futhi njengamanje isibuyela la ihlala khona emkhathini", yasuka yahamba kwakuba ukuvuka kwami ekseni .. lokhu kusho ukuthini??

samkelosphesihle
Автор

Ukuphupha impahla yakho idliwe amaghndane kuchazani

ThokoMbuyazi
Автор

Ngicela ukubuza Mina ngiphuphe izimfene zidansa

phindilegumbi
Автор

Sanibonani mina ngicela ukubuza lokhu.
Kuchazani ukuphupha umuntu oyindoda egibele imfene bese eyabanjwa. Edutshulwe eshawe umphakathi kodwa imfene ibaleke.
Ngyabonga

LondiwePrettyNgubane
Автор

Ngiphuphe imfene iza kimi kodwa ayiyezanga lutho ngiyibabile kuphela

BonginkosiHlongwa-lq
Автор

Thokoza gogo mina ngiphuphe imonto emhlophe imile endlini kuchazani

ThokoMbuyazi
Автор

Ngiphuphe ngilele nemfene ingibambhile ngingakhoni nokunyakaza

GirleyMotsepe
Автор

Thokozani Gogo ngicela ukubuza kusho ukuthini ukuphupha izinkawu zingi jabulele zintathu umama no baba ne ngane yakhona zingipha imali

AyandaMtshaulana
Автор

Ukuphupha izimfene ezinengi kakhulu ezinye zibaleke kusale eyodwa solo funa kungiluma ngiyishaye ngeqanda leOstrich igcina seyijika kusho ukuthini

thandithuli
Автор

Ngiphuphe ngibelethe imfene ingibambe kabuhlungu ezandleni

SharonBongiwe
Автор

Thokhoza gogo mina ngiphuphe inkawu ngicela inamba zika watshap ngona ngizocazelwa ngiyabonga gogo

Nomazulu-ilhb
Автор

Kusho ukuthini ukuphupha ugone omfene kwafika esinye i




sisilwane sayixosha

ceciliamazibuko