Zonke izizwe zifuna u Shembe owu Nyazi Lwezulu

preview_player
Показать описание

Комментарии
Автор

Ngathi ngyohlinzwa eProo eNewcastle imshini ibheda bathi odokotela kimi weMthembu biza uShembe wakho konakele manje 😭😭yavele yalunga imshini ngingakasho mina ngomlomo wami ukuthi Shembe bathi odokotela hhaybo kshuthi bekmele simbize ngempela uShembe nansi imshini isilungile babelokhu bebabazile🙌🙌🙌🙌💃🏽💃🏽💃🏽💃🏽💃🏽💃🏽🙌🙌🙌 bangihlinza UYINGCWELE baba NYAZI LWEZULU🙌🙌

Mniniwemvula
Автор

Kungashona ilanga ngixoxa ngoNkulunkulu UNYAZI LWEZULU imisebenzi emihle angenzela yona 😭😭😭wangvusa egumbini lokuhlinzela 🙌🙌wangisindisa ngiphethwe ikhanda lingivale namehlo nemhlathi 🙌🙌🙌awww Shembe uphelele baba igama lakho lingamandla 🙌🙌🙌

Mniniwemvula
Автор

Sithe sisuka eVryheid siya kwaNongoma imoto yashaya injini yashunqa isondo samemmeza USHEMBE saphuma siphila sonkee 💃🏽💃🏽💃🏽UNKULUNKULU oshesha ukuzwa asheshe nokuphendula💃🏽💃🏽💃🏽🤣🤣🤣🙌🙌

Mniniwemvula
Автор

Uyagoqa umhlaba wonke uNyazi lwezulu uthixo

IbheleMakhoba
Автор

Iyodwa nje into engingayisho kunina enoCommentayo ukuthi nje noma ngabe usese kangakanani noma ngabe uphuzeni uze ungalinge uthuke USHEMBE ngoba kuba nzima uma esekbuza ukuthi ungthukelani 🤦🏼‍♀️🤦🏼‍♀️kubakncane indawo

Mniniwemvula
visit shbcf.ru