Ay umdlalo muhle znganzakwe2 ngthanda nendlela enihloniphana ngayo 🤝 from South Coast sphamandlangcobo
Ay umdlalo muhle znganzakwe2 ngthanda nendlela enihloniphana ngayo 🤝 from South Coast
Waze wahleke umgangelo, aiii lenxovanxova yokbambana niwisane ngamandla philanindumiso
Waze wahleke umgangelo, aiii lenxovanxova yokbambana niwisane ngamandla
Lomdlalo ubumuhle ngokwami ukubona. Sbonge ezinsizweni ngoku lalela izinduna! ntuthukomkhize
Lomdlalo ubumuhle ngokwami ukubona. Sbonge ezinsizweni ngoku lalela izinduna!
Zikhulisana Kahle lezinsizwa yingakho zishaya Abantu maziphumile. Muhle umdlalo ZakheleAdolphusKhuzwayo-zx
Zikhulisana Kahle lezinsizwa yingakho zishaya Abantu maziphumile. Muhle umdlalo
Induku yangempelake lena, ay lento yomabambama kube yizibhodongo nje, nibhuduzele, iclean kakhulu lenduku🤝🤝, laba abakhala ngokuthi amankonyane lawa, ay angazi bafunani ngoba yonke into inesigama, yabona nje nansi ngqwele endala iyabakhulisa ngendlela, yizo madoda " azibàmbe ezikhna" kwazisholo inkunzi yakwaNdabandaba senzomlondo
Induku yangempelake lena, ay lento yomabambama kube yizibhodongo nje, nibhuduzele, iclean kakhulu lenduku🤝🤝, laba abakhala ngokuthi amankonyane lawa, ay angazi bafunani ngoba yonke into inesigama, yabona nje nansi ngqwele endala iyabakhulisa ngendlela, yizo madoda " azibàmbe ezikhna" kwazisholo inkunzi yakwaNdabandaba
Ay amankonyane lawaaa wemfw2 Yaz ngifisa ngath ungake uyoshutha ezam ubone induku yempela wonderboykunene
Ay amankonyane lawaaa wemfw2 Yaz ngifisa ngath ungake uyoshutha ezam ubone induku yempela
Ai ngathi zidliswe ingcolo zinomoya ophantsi😢😂😂😂😂 luvuyocwele
Ai ngathi zidliswe ingcolo zinomoya ophantsi😢😂😂😂😂
Baphi abakwashandu omahlazo aziphelele uma bengakafiki JusticeShandu
Baphi abakwashandu omahlazo aziphelele uma bengakafiki
Nithi intsizwa Lezi niyaphupha anazinduku hamba south coast ojikelele NMZ Masivuye-uqrk
Nithi intsizwa Lezi niyaphupha anazinduku hamba south coast ojikelele NMZ
i miss Bhejani makunje umdlalo muhle impela ‘ kodwake umfutho uphansi kakhulu innocentndimande
i miss Bhejani makunje umdlalo muhle impela ‘ kodwake umfutho uphansi kakhulu
Naze nasibukisa into yamehlo siyabonga gi
Naze nasibukisa into yamehlo siyabonga
Intemba ngokwethembana kanti ngeke uyofise indaba ungasho okuthandayo JusticeShandu
Intemba ngokwethembana kanti ngeke uyofise indaba ungasho okuthandayo
Hay kusenzima lapha kungathy aydliwa intelezi imoya yabo iphantsi Masivuye-uqrk
Hay kusenzima lapha kungathy aydliwa intelezi imoya yabo iphantsi
no contact hhayi lento yaseSouth Coast thamsanqanyembe
no contact hhayi lento yaseSouth Coast
Ayib intembe yekwalakithi eMelmoth lena dobsonndumiso
Ayib intembe yekwalakithi eMelmoth lena
Uma kuthiwa kuyadlalwa akukho magqubu ingani kukhona amaqembu ingani kungadlalwa nje nanoma ubani? nkambuleGhoostface
Uma kuthiwa kuyadlalwa akukho magqubu ingani kukhona amaqembu ingani kungadlalwa nje nanoma ubani?