Umamezala Unesandla: Ngamithela Ubhuti Wendoda Yami Ngoba Kuthiwa Ayzali Kanti Umamezala Uyazi.💔

preview_player
Показать описание
#stories #duet #ukuthwala
Please join easybet by clicking the link
Use STHE50 as promo code
Комментарии
Автор

Wow😮 bakhohlakele abantu langaphandle lomamezala uzofa eshunqa🤞

PrudenceSompicy
Автор

I feel comfortable when I watch emakhaya TV 👌

jabulanikhanyile
Автор

Wakuthengisa umamezala wakho ngosheleni hau wakhohlakala umama jesu siza nansi intandane yakho shwele umthakathi udla ipapa u

BonisiweYende
Автор

My advise is before indaba ivumbuluke kumndeni wonke she must secretly record evidence for herself ngoba these 2 devils may deny aphethe esengumuntunokuthiwa ulamanga. So nxa ubhudi lo esmaproacher a face secretly iPhone yakhe amrecode nagmathraets akhe lawa. Same thing kumamezala wakhe nje bakhulume amrecorde njalo

percynyathi
Автор

Wena presenter ulokhu uthi umncane umncane, dedela abadala phela benze umsebenzi, inkinga yakho ukhuluma kakhulu

KhuluMthembu
Автор

Tshela indoda yakho cc iqiniso.uyophila kanjani nenkinga enje nawe futhi kuyakugqilaza ukuhla nemfihlo engaka

latitaabuti
Автор

It's clear usethiwe ukuze uxoshwe emzini, iqiniso ke lithi ufebile bheka manje umyeni wakho unengane ngaphandle, dedela umendo wakho vele uphelile Sisi ngoba ngeke lomfo ondle ingane kamfowabo enengane yakhe ngqo
Mina bengizokuxhosha nje ingane kamfowethu akusiyo eyami eyamfowethu so nje uphelile umuzi wakho. Eyakho ufuna yemukelwe, kusazoliwa kulomuzi and kubhedile ayilungiseki into enje ngoba Wena usulalwa amadoda amabili

SandileNzama-nb
Автор

Mama tell your husband the whole story i think he will understand coz they will always threaten you and you and your husband go an consult so that he can hear the truth

GrannyDigashu
Автор

Buyela kumamezala and record your conversation bese ubika loludaba kini nakumyeni wakho with the evidence.Kuzolunga

SandileShange-nczc
Автор

Umamazala injongo yakhe kwakuyikuthi uphume lapho ekhaya nguye owaligangelayo sephinda abe nguye obuya lokuganga nango sejika sefuna ukuveza imfihlo njalo

BekezelaNdlovu-sros
Автор

Goduka nkosazana ubize umhlangano kini nomalume uchaze udaba lwako bese ubacela oomalume ukuti bacele umhlangano emzini wako baluphalaze udaba as ulubeka akuko okodlula loko nawe uzotsho uphumule noba ungapela umzi wako kodwa nomamazala uzobonakala ubuthakati bake; ndinibulise nonke ndilapa Butterworth EC👏👏

Sjadu
Автор

Okunye wemfo, awehlise isipepe boy khala phezu kwephuzu not ukunkanta

SandileNzama-nb
Автор

Ay ay uyankanta ke kodwa Sthe kuze kuphele data indaba singakayizwa

NoziphoDladla-shti
Автор

Sthe if sewubhekene nento ekanje ulahlisa ithemba kumuntu osuke ehluphekile uma uzolokhu ugqamisa ukuthi umncane yes ungaba mncane kodwa umsebenzi umsebenzi, kwi age okuyo ungaba mncane but izeluleko ozinika abantu banikeze ithemba

thandekazondi
Автор

Bafo, you really really talk2much before the guest speaks… iyakhathaza and waste of data…

4min intro instead of at least 1min30sec

I love your show😂

lungelomanifest
Автор

First comment as umshana la emakhaya 💯

Khula
Автор

AI MFO KA Ngobese mfthu ai ngeke mfthu mele uzame ukwehlisa ukukhuluma kakhulu weeee... ndoda kuphele 6minutes wonke uqeketha izindaba ndoda ungaka introduce isihambeli sakho ai ngeke yehlisa ukukhuluma kakhulu ndoda ngeke phela weeee

Nkulumoziyamlandela
Автор

Umama kamkhwenyane ukhohlakele, nguye ofake umakoti enkingeni. Ngibona ukuthi umamezala njengoba ubengamthandi umakoti umdidise ngamabomu ukuze aphume emzini. Mhlawumbe ubhuti womkhenyana naye ufuna ukuthi axhoshwe ekhaya umakoti ukuze aqhubeke naye umakoti njengoba sebenengane together

ErnestManatha
Автор

Hhay ndoda uzosixosha ngokukhuluma kakhulu kule channel yakho. Dedela ama guest akho akhulume, ume wena ufuna ukuba yi motivational speaker, kwenze eceleni lokho.

isikebheprojects
Автор

I thought you are our guest today brow😜😜😜

HitekaniCandy